lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ungowami – 031choppa

Loading...

ngab’uthando lwethu luyophelela phi ntombi?
ngabe lona luyophelel’ocingweni
ngifun’ufona lana kimi
bamb’isandla sami ntombi
mina ngithi ungowami baby
wena ungowami ntombi yeah
wena ungowami ntombi

ungowami
ngab’uthando lwethu luyophelela phi ntombi?
ngabe lona luyophelel’ocingweni
ngifun’ufona lana kimi
bamb’isandla sami ntombi
mina ngithi ungowami baby
wena ungowami ntombi yeah
wena ungowami ntombi
ungowami

sul’izindlebe ngikuhlebele
wen’unodali bengibelesele
nhliziyo yami ifuna we*we*we
woza wena dali ke ngiqabule
uthandwa yin’ujongi igeza lensizwa
uma nginawe nje kuphelele
uthandwa yin’ujongi kodwa unoskrr skrr
uma nginawe simthebele
ungowami dali
ngicel’uhlale nami
ungangiyeki mama ngihlale ngaphandle
ngidliw’amakhaza
ungowami dali
ngicel’uhlale nami
ungangiyeki mama ngihlale ngaphandle ngidliw’amakhaza

ngab’uthando lwethu luyophelela phi ntombi?
ngabe lona luyophelel’ocingweni
ngifun’ufona lana kimi
bamb’isandla sami ntombi
mina ngithi ungowami baby
wena ungowami ntombi yeah
wena ungowami ntombi

ungowami
ngab’uthando lwethu luyophelela phi ntombi?
ngabe lona luyophelel’ocingweni
ngifun’ufona lana kimi
bamb’isandla sami ntombi
mina ngithi ungowami baby
wena ungowami ntombi yeah
wena ungowami ntombi
ungowami

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...