lirik lagu advise – abazook
intro
yeah ah abazook
yha abazook yeah
ah hey
chorusx2
lapho ophuma khona
i lapho ifiso esiqala khona
lapho ofisa khona i lapho
ongabulawa khona
lento isimple mus’ukthemba
abantu wawuwedwa uzalwa
uzoba wedwa nasethuneni
verse1
umbuzo uwodwa
umbuzo kanti kmele ngthembe bani
kanti ubani umngani, umngani oryt usuzombona ngani//ngoba kyafana nje bonke bakuwisa phansi//bakhala kanye nawe bayakuhleba mase uphansi
indoda aykhali
indoda ifela phakathi
lawa amazwi abambi
phupho//iphupho
eli phela lingaqali
umakhelwaneb kimi usephendukisitha
ngithi ngbheki sitha kanti umndeni ongangfisel ukphila//impumelelo yakho iyona ekwakhel izitha //imoto masi hamba zizoykhonkotha izinja//mase izinto seyhlangana bazo design inzila//bakhala ngok’chathelwa njengehawu lokvika
chorus x2
lapho ophuma khona
i lapho ifiso esiqala khona
lapho ofisa khona i lapho
ongabulawa khona
lento isimple mus’ukthemba
abantu wawuwedwa uzalwa
uzoba wedwa nasethuneni
verse2
nkulunkulu ngicela ungsize ungangthathi
nkulunkulu ungsize ngjabulise umndeni wami
abanye bethu bathi ulibambe lingashoni
abanye bethu nonembeza babo abanamahloni
atleast mina ngnabo bonke abazali
mangnenkinga ngtshela bona baqhamuke neplani//omunye wethu ilife isimphucile ithuba//yena menenkinga kmele ayxoxe nethuna
when i drop my tears down
but my eyes in the sky
ngzam ukphusha impumelelo bathi u gonna die//everybody wanna see my things falling apart //especially in my hood but i don’t know why
chorus x3
lapho ophuma khona
i lapho ifiso esiqala khona
lapho ofisa khona i lapho
ongabulawa khona
lento isimple mus’ukthemba
abantu wawuwedwa uzalwa
uzoba wedwa nasethuneni
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu triosphere › lirik lagu the sphere – triosphere
- kumpulan lirik lagu shouldbeyuang › lirik lagu flatline – shouldbeyuang
- kumpulan lirik lagu sedative beauty › lirik lagu let go – sedative beauty
- kumpulan lirik lagu basick › lirik lagu the kid – basick
- kumpulan lirik lagu bumpin uglies › lirik lagu either or – bumpin uglies
- kumpulan lirik lagu percival schuttenbach › lirik lagu oj tam na mori – percival schuttenbach
- kumpulan lirik lagu weareskywalkers › lirik lagu simple – weareskywalkers
- kumpulan lirik lagu loikaemie › lirik lagu ich lieb mich – loikaemie
- kumpulan lirik lagu marvin gaye › lirik lagu let’s get it on (demo) – marvin gaye
- kumpulan lirik lagu princess › lirik lagu the dopesong – princess