lirik lagu ding dong – aka-stress q
[verse 1]
ngihlala ngicabanga ngawe
ek’seni nase ebusku
emaphuphweni wam’ ngibona kuwe kuphela
yaz’ umuhle ntombazan
umuhle njengathi uyisnow white
ngiphupha ngawe ucwake idress iwhite
ugqoke isicathulo sengilazi, esefana nese kacinderella baby ubewu udess
uphethi umbrella, uphuza iultra mel
k*mele ngikuthengele iporsche panamera
panamera, porsche panamera
indlela engikuthanda ng*yo, angikaze ngithande omunye umuntu ng*yo
ungumuntu wokuqala, mhlawumbe uzoba owokugcina
uthathe inhliziyo yami wonke, w*ngishiya ngingenalutho
manje angisakwazi ukuphila ngaphandle kwakho
kunzima maungekho, kodwa ngiyazama
indlela engikuthanda ng*yo
ngeke ngithande omunye umuntu ng*yo
ngithanda kuwe kuphela
uthando lwami ngawe alusoze lwaphela
ngiyabheja mabhebheza, sizohlukaniswa ukufa
[chorus]
girl, ungishaya ding dong
njengath’ sidlali iping pong
mina ngestrong njengo king kong
kodwa ngiba weak uma nginawe
hayi, viki na viki ngistressa ngawe
ilanga aludluli ngaphandle ukucabanga ngawe
haumawee iyangi phambanisa
ingathi ngiyasenzisa
girl, ungishaya ding dong
njengath’ sidlali iping pong
mina ngestrong njengo king kong
kodwa ngiba weak uma nginawe
hayi, viki na viki ngistressa ngawe
ilanga aludluli ngaphandle ukucabanga ngawe
haumawee iyangi phambanisa
ingathi ngiyasenzisa kodwa nguwe
[verse 2]
ngifuna ukukwenza umama wezingane zami
idlozi lam’ levumile ukuthi ube wam’
futhi umdeni wam ukulindile wena sthandwa sam
rato laka, my pride and joy
[bridge]
sathandwa sam’
rato laka
my pride and joy
sathandwa sam’
rato laka
my pride and joy
sathandwa sam’
rato laka
my pride and joy
[chorus]
girl, ungishaya ding dong
njengath’ sidlali iping pong
mina ngestrong njengo king kong
kodwa ngiba weak uma nginawe
hayi, viki na viki ngistressa ngawe
ilanga aludluli ngaphandle ukucabanga ngawe
haumawee iyangi phambanisa
ingathi ngiyasenzisa
girl, ungishaya ding dong
njengath’ sidlali iping pong
mina ngestrong njengo king kong
kodwa ngiba weak uma nginawe
hayi, viki na viki ngistressa ngawe
ilanga aludluli ngaphandle ukucabanga ngawe
haumawee iyangi phambanisa
ingathi ngiyasenzisa kodwa nguwe
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu blakk › lirik lagu zombie party – blakk
- kumpulan lirik lagu solo rus › lirik lagu call me when i die – solo (rus)
- kumpulan lirik lagu freeredencion › lirik lagu #neighborhoodfuckedup (prod. luckyblk) – freeredencion
- kumpulan lirik lagu terribly happy › lirik lagu coolsville – terribly happy
- kumpulan lirik lagu jungla › lirik lagu mahalale – jungla
- kumpulan lirik lagu venz › lirik lagu mosler – venz
- kumpulan lirik lagu xxxxxexxxxx › lirik lagu over me – xxxxxexxxxx
- kumpulan lirik lagu 8twinsnme › lirik lagu my pain – 8twinsnme
- kumpulan lirik lagu spark swe › lirik lagu liket lever – spark! (swe)
- kumpulan lirik lagu dennis van aarssen › lirik lagu christmas afterparty – dennis van aarssen