lirik lagu thanda impilo – asap shembe & fireman
[chorus: asap shembe]
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
[verse 1: fireman]
hawe ma ang’kaze ngiyi bone into enjena
zonke lezi ngani zithi ziyangi thanda zifuna ukungi ceda
kanti zifuna uku’phula umuzi ka baba zifuna ukungi stressa
futhi mina anginawo lama blesser
mana woah, mana woah
usho ukuthi umandela uzo buya?
mana phela, mana phela
usuzo khokhela injabulo
impilo yakho isine nani and amanani aphantsi
inhliziyo yakho isinge yami, bathi uzo uthanda ungathandi
[chorus: asap shembe]
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
[verse2: asap shembe]
ngihambela la ngaphandle ngati kusewakanda
hai ubuhle obungaka angikujwayelanga
bakutshela kuti awuphelelanga
bathi you not enough
sondela la ngikutshela someti (something) ngifuna ukukuhlebela
ungamla ukhohlakele
uye okhanda amanga
uhlupekiswa uban?
waxabaniswa uban?
ngoba nangu lomhlaba, kudala nawo bawuthatha
qina wemuntu omnyama, ithemba lakho ungalilahli
[chorus: asap shembe]
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
ngithandela impilo
moya moyongcwele
imali idala ingozi
shiya konke shiya konke
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo ?
haibo kanti into enjani eyokulethela injabulo?
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu natalia rodriguez › lirik lagu no, no – natalia rodríguez
- kumpulan lirik lagu lil rapture › lirik lagu clear & coherent – lil rapture
- kumpulan lirik lagu dennis dies das › lirik lagu baba sound – dennis dies das
- kumpulan lirik lagu chadjr › lirik lagu worthless – chadjr
- kumpulan lirik lagu nerissima serpe › lirik lagu giusto o sbagliato – nerissima serpe
- kumpulan lirik lagu hillsong united › lirik lagu so will i (100 billion x) [live 2021] – hillsong united
- kumpulan lirik lagu eric church › lirik lagu mad man – eric church
- kumpulan lirik lagu zouye › lirik lagu skit – zouye
- kumpulan lirik lagu michele bravi › lirik lagu maneggiami con cura – michele bravi
- kumpulan lirik lagu avery quest › lirik lagu animal cannibal – avery quest