lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu kwamakhelwana – aubrey qwana

Loading...

u’aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana
wathi ngiphuthume netiye selqala no’kubanda, nok’banda
wathi angimcelele ushukela obrown
ngoba akawuphuzi omhlophe
novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome
angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe)
angazukuthi ngenzenjani

akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane
akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane

hhayibo aunti usukhohliwe ukuthi nginamahloni nje
ngempela sonto lomtwana bengimthembise izulu nomhlaba
kungesampondo zankomo namhlanje mina ngzonana
uzothini ulavi mangifika
uzothini
hhayibo aunti celanjungchazele
thina sizonana kuze kubenini
ngenkathi ubhaka izolo ubungthume nokhlim
w*ngiphazamisa nje ng’sabuka amafilim
engani nzamile nje (ngiklethelumfazi)
amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo)
engani nzamile nje (ngiklethelumfazi)
amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo)

u’aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana
wathi ngiphuthume netiye selqala no’kubanda, nok’banda
wathi angimcelele ushukela obrown
ngoba akawuphuzi omhlophe
novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome
angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe)
angazukuthi ngenzenjani

akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane
akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane

akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane
akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane
akazi nginentombi
akazi nginentombi kwamakhelwane

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...