lirik lagu ivikela mbuso – big zulu
[intro]
uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la
mina ngilivikelambuso, ngi’vikelambuso
mina ngilivikelambuso
[pre*chorus]
nkabi yinsika yesizwe yeyi
uma ngingalala amathuba ayoshabalal’
mina ngyiskhali seynsizwa
uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la
[chorus]
mina ngi’vikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso
mina ngilivikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso
[verse 1]
ngangena ngasungul ushun
bath’ abadala ozongena akabuyi
bathi lenqola ay’dum
kant’ abaphush abaphans abavum
hhay suka abadede
mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe
hhayi nxe, suka abang’xege
ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele
eshe, lena bath’ ayizondi
kwafa kwasan inkabi ayxoli
yaz nina anibona besith syadlala
inkabi ayidon[?]
mina nging*yiqala nging*yimela
ungangitsheli nge beef nginayihlaba nging*yipheka
ination ning*yibuza inganitshela
mina ngigqok’ ubrentwood isketi singang’xega
[pre*chorus]
nkabi yinsika yesizwe. yeyi!
uma ngingalala amathuba ayoshabalal’
mina ngyiskhali seynsizwa wo
uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!
[chorus]
mina ngi’vikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso, yeyi!
mina ngilivikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso (shun wenkabi)
yey
[verse 2]
mina ngangena ngaphatha
bas’nikez’ is’hlalo ke abanye basaba
mina les’hlalo ngyasthanda
anitshele obehleli seng’khona angahamba
hebe! les’godi ngiyasthatha
uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda
eshe! iynsizwa niyophatha isizwe esenkabi bafana ningapaka
umfana ngingamshaya ngingamkhothisi
nge’nduku zam’ ngijike ngingamhlikihli
ubheke ubheke angakukhohlisi
ngamphiph’ is’londa nje ngijike ngingak’pholisi
loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho
uthini? kukhona onombuzo? nkabi nation, shwele umshubo!
[pre*chorus]
nkabi yinsika yesizwe. yeyi!
uma ngingalala amathuba ayoshabalal’, wo
mina ngyiskhali seynsizwa wo
uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!
[chorus]
mina ngi’vikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso, yeyi!
mina ngi’vikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso
yey
[pre*chorus]
nkabi yinsika yesizwe. yeyi!
uma ngingalala amathuba ayoshabalal’, wo
mina ngyiskhali seynsizwa wo
uma ngingalala izinsizwa ziyophapha la, wo!
[chorus]
mina ngi’vikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso, yeyi!
mina ng’livikelambuso, ngi’vikelambuso
nkabi livikelambuso
yey
[outro]
uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu selena gomez › lirik lagu higher or heaven* – selena gomez
- kumpulan lirik lagu gl1tch › lirik lagu fuck u // no love – gl1tch
- kumpulan lirik lagu adan cruz › lirik lagu mirame – adán cruz
- kumpulan lirik lagu samuel heron › lirik lagu huarache freestyle – samuel heron
- kumpulan lirik lagu ados › lirik lagu farkına varılıyor – ados
- kumpulan lirik lagu brother season muzik › lirik lagu n.c. state of mind – brother season muzik
- kumpulan lirik lagu bily acoustie › lirik lagu 너라서 (because it’s you) – bily acoustie
- kumpulan lirik lagu patrickfishhhh › lirik lagu you – patrickfishhhh
- kumpulan lirik lagu fort hope › lirik lagu forgive – fort hope
- kumpulan lirik lagu ateyaba › lirik lagu cokein – ateyaba