lirik lagu umuzi esandton – big zulu
[chorus: lwah ndlunkulu]
u*lovey ubaba wasendlini
angibon’ ubaba wasendlini
ungichaza mayesethi “mamaz”
ngiphendule ngithi “babaz”
ngizok’thengela umuzi omkhulu esandton
kujabhe iy’thingithingi
maningibonela yen’ owami
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ u*love
nimtshele ukuthi “oh yes mmh mmh”
oh yes mmh mmh
[verse 1: big zulu]
shuni wenkabi, ay
simomondiya ngicela uk’qala ngokuxolisa
kwak’ngeyona inhloso ilabangani bengikhohlisa
ngihamba ngiyofun’ itoho ngithi ngizobuya ngik’bonise
ngashiya isilond’ esingapholi enhlizweni yakho, ngizosipholisa
kodwa mntanomuntu ngiyaskhumbul’ isthembiso
akuyon’ impicabadala komakhelwane suyinhlekisa
ngizwile nabantwana baphasa ngamalengiso
mina ngikwandongaziyaduma ngilokhu ngidlala abotsepiso
ab*n*l’ uthando, bahlala bengidl’ imali
bangithanda manginemali, sibuhlabe kusemnyango
awu kodwa mntanomuntu eyenk*mbul’ ung*yiphathi
ngiyaz’ uthando lunamaphutha, ngicel’ ungixolele ungangilahli
konk’ engakusho kuwe, sthandwa ngiyak’khumbula
ngiyaz’ akukho lula, ngangithe kuwe ngizobuya
lefoni onginike yona, otsotsi bangikhuthuza
yayi ney’thombe zakho mangiyibuka zingiduduza
shun wenkabi
[chorus: lwah ndlunkulu]
u*lovey ubaba wasendlini
angibon’ ubaba wasendlini
ungichaza mayesethi “mamaz”
ngiphendule ngithi “babaz”
ngizok’thengela umuzi omkhulu esandton
kujabhe iy’thingithingi
maningibonela yen’ owami
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ u*love
nimtshele ukuthi “oh yes mmh mmh”
[verse 2: big zulu]
shun wenkabi, ay, bheka
sponono sami, ngizok’thengel’ umuzi esandton
ngiyaz’ usukhathele uk’shiswa ilanga emkhukhwini
sufil’ amakhaza ngoba indod’ ingekho endlini
ingub’ enamehlo ilele ulwembu my lovey
ngisho nasebusuku ay’sangen’ inkonzo
inkonzo ekamelweni, umfundis’ usesaba isonto
xola sthandwa sami, namakholwa akuzwel’ isono
usazogibel’ un3, ay’ ilocal, kubuy’ inkolo
sponono sami, mina ngiyalivuma icala lami
usungibekezelele, ngiyavuma sthandwa sami
wawuphek’ ungiphakela, ungaphisani ngey’shebo zami
ubaba wakamakhelwane mayevakasha ungaphaki
wawuthi mawungibiza, uthi kimi “babah”
ngithi mangisabela, ngithi kuwe “mamah”
ngangiy’ nhlalisuthi ngoba mama wawuphaka
kodwa langikhon’ isingibulele indlala
[chorus: lwah ndlunkulu]
u*lovey ubaba wasendlini
angibon’ ubaba wasendlini
ungichaza mayesethi “mamaz”
ngiphendule ngithi “babaz”
ngizok’thengela umuzi omkhulu esandton
kujabhe iy’thingithingi
maningibonela yen’ owami
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ oh
maningibonela yen’ u*love
nimtshele ukuthi “oh yes mmh mmh”
oh yes mmh mmh
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu jpegmafia › lirik lagu dam! dam! dam! – jpegmafia
- kumpulan lirik lagu bre kennedy › lirik lagu note to self – bre kennedy
- kumpulan lirik lagu yung tax collector › lirik lagu no introduction – yung tax collector
- kumpulan lirik lagu mirza selimovic › lirik lagu mora da je ljubav – mirza selimović
- kumpulan lirik lagu plainview › lirik lagu the silence in letting go – plainview
- kumpulan lirik lagu tswan › lirik lagu ‘field legend – t’swan
- kumpulan lirik lagu lakky one star › lirik lagu shanghai (шанхай) – lakky one star
- kumpulan lirik lagu holderness family › lirik lagu mom shorts – holderness family
- kumpulan lirik lagu entomos › lirik lagu instinto del ser – éntomos
- kumpulan lirik lagu davy jones › lirik lagu lonesome tonight – davy jones