lirik lagu wena wedwa – big zulu
[verse 1: big zulu]
mangiqal’ ukukubona ngavele ngabon’ umaqondana
nhliziy’ iyathokoza mangibhek’ amehl’ aqondana
kodwa ntokazi sthandwa sami ngise ngakhothama
wena ndoniyamanzi sphalaphala ngibon’ indodana
bayasho bath’ induk’ enhle isemazweni
aphelil’ amahlathi ngishayw’ imvula ngilal’ eweni
akekh’ omunye ngizwa wen’ enhliziweni
ngenz’ indod’ eqotho uzubekezel’ emshadweni
umhlaba ngiwuhambile angikaze ngibon’ ofana nawe
owekhethelo akekh’ omunye sthandwa sami
abelungu ama*ndia ngish’ e*china mawengane
ungishaya ngobheka mina ngedwa ngizithola sengihlanya ngawe
ayy mina ngyaphika bathi sohlukanisw’ ukufa
emgodini sibabili ngizofa nawe lilodw’ ithuna
sthandwa sami themba mina ngilosiyokulunga
bath’ uthand’ aliboni kodwa babhek’ elethu lukhula
[chorus: tru hitz]
if you leave me i’ll go crazy (crazy)
cross my heart cause you my baby
cause ain’t n0body like you
ngifuna wena wedwa, dali
phela wena wedwa, dali
ngifuna wena wedwa, akekh’ ofana nawe
ain’t n0body like you
if you leave me i’ll go crazy (crazy)
cross my heart cause you my baby
cause ain’t n0body like you
ngifuna wena wedwa, dali
phela wena wedwa, dali
ngifuna wena wedwa, lovey
ain’t n0body like you
[verse 2: big zulu]
bathi kuhl’ okwethu songena sesitotoba
awu bamb’ isandla sami sililizele sicothoza
awu ndoniyamanzi sengikhathel’ ukunyonyoba
ungenz’ indod’ eqotho namhlanje ngyokulobola
ngyothum’ omalume naz’ inkomo nje zyokikiza
ngizocaphuna kusale kwezika baba nje ngizopipiza
jabul’ amanene sezoshaya nje uzokotiza
shanyel’ amabala emagceken’ uzohlobisa
ngifuna wena wedwa akekh’ ofana nawe
inhliziy’ ithandile ayibon’ ofana nawe
uyisiphalaphala mtanomuntu uyilanga liphuma
uyindoniyamanzi uyisiphalaphala mina ngyavuma
[chorus: tru hitz]
if you leave me i’ll go crazy (crazy)
cross my heart cause you my baby
cause ain’t n0body like you
ngifuna wena wedwa, dali
phela wena wedwa, dali
ngifuna wena wedwa, akekh’ ofana nawe
ain’t n0body like you
if you leave me i’ll go crazy (crazy)
cross my heart cause you my baby
cause ain’t n0body like you
ngifuna wena wedwa, dali
phela wena wedwa, dali
ngifuna wena wedwa, lovey
ain’t n0body like you
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu hevlif3 › lirik lagu psychedelic – hevlif3
- kumpulan lirik lagu supa dnk › lirik lagu fuck janteloven! jan er kongen! – supa (dnk)
- kumpulan lirik lagu curreny fuse › lirik lagu andretti notes (interlude) – curren$y & fuse
- kumpulan lirik lagu maggie miles › lirik lagu hilary duff – maggie miles
- kumpulan lirik lagu sikka rymes › lirik lagu gaza to mi bone – sikka rymes
- kumpulan lirik lagu knowmads › lirik lagu if – knowmads
- kumpulan lirik lagu madvanna › lirik lagu quieres oír – madvanna
- kumpulan lirik lagu crick › lirik lagu lipstick – crick
- kumpulan lirik lagu deewana › lirik lagu dosti – deewana
- kumpulan lirik lagu estani › lirik lagu viernes – estani