lirik lagu yakhala iphone – big zulu
[intro]
kukhuluma umlungu
angikutholi sthandwa sami
kukhuluma umlungu efonini
[chorus: siya ntuli]
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga endlini
awusabuyi kulamalanga endlini
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga endlini
awusalali kulamalanga endlini
lwagilaya uthando ngingazi
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
lwagilaya uthandoluni kanti
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
ngisizeni bantu bakithi yo
ngisizeni bantu bakithi
[verse 1]
shun wenkabi, eshu
bathi mtanomuntu kaze kwakhala nyonini?
ngangithi ngikwenze konke izinto yihamba ngosonina
nom ubani kimi usika kwel’nonile
angikhulum efonini umlungisi kukhal epalini
ma wengane mina ngyafunga kodum’ izulu
ifoni ilokhu ikhala koze kuse kuphendul’ umlungu
skrrng, skrrng, ikhala yodwa ngishiye nezulu
sengiqala ukukhathala uthando lwethu lungzwisa n0b’hlungu
lavi wami mina sengiqala ukukhathala
uma ngibheka engikwenze konke kodwa sengiqal ukubabaza
ma wengane iyngane seyqala ukukhalaza
angazi ngiytsheleni uhamb’ ebsuku uyatanasa
[chorus: siya ntuli]
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga endlini
awusabuyi kulamalanga endlini
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga еndlini
awusalali kulamalanga endlini
lwagilaya uthando ngingazi
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
lwagilaya uthandoluni kanti
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
ngisizeni bantu bakithi yo
ngisizeni bantu bakithi
[verse 2]
shun wеnkabi, hayi
nami angisazi kodwa nje sengiwumfazi
ngiyapheka ngyacleaner amawashingi hhay nami angisazi
ulala etshwaleni awubuyi ekhaya udakwa ubemanzi
usuyisecurity ungena inightshift akasalali
hhayi bo, iynkomo zikababa ngiyaykhalela
ngikhala ngiyathulisa ma wengane usuyangdelela. ewu!
ngithwele kanzima sengiyaphakelwa
bathi uthando aluboni nhliziyo yami usuyalahleka
iso, bathi lixhoshwa libhekile
ngazifaka nami ngibona kodwa buhle ngani lingekile
yeyi ngoba phela ngangigadakiwe
ngashada inkiyankiya intombi yebandla
ngangingaqondile
[chorus: siya ntuli]
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga endlini
awusabuyi kulamalanga endlini
yakhal’ ifoni sthandwa sami
iyakhal’ ifoni lavi yo
awusabuyi kulamalanga endlini
awusalali kulamalanga endlini
lwagilaya uthando ngingazi
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
lwagilaya uthandoluni kanti
ngagcina ngishad’ umachamubhiya
ngisizeni bantu bakithi yo
ngisizeni bantu bakithi
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu el arrebatoantonio vega › lirik lagu hoy me dio por ser honesto – con antonio vega – el arrebato/antonio vega
- kumpulan lirik lagu sfn › lirik lagu la joie de la tristesse (street clip) – sfn
- kumpulan lirik lagu kameleon › lirik lagu prawdopodobnie – kameleon
- kumpulan lirik lagu tuzyno › lirik lagu problemy – tuzyno
- kumpulan lirik lagu professor elemental › lirik lagu penny dreadful – professor elemental
- kumpulan lirik lagu emmylou harris › lirik lagu ooh las vegas – 2007 remastered version – emmylou harris
- kumpulan lirik lagu kevin abstract › lirik lagu drugs (pre-joba mix) – kevin abstract
- kumpulan lirik lagu optimuz › lirik lagu nikotinmangel – optimuz
- kumpulan lirik lagu odin › lirik lagu ticket 2 ride – odin
- kumpulan lirik lagu victor leo › lirik lagu chuva de bruxaria – victor & leo