lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu elesotho – black dot afrika

Loading...

black dot

mina ngiyawuyeka lomsebenzi
ngikhumbul’ umkami ekhaya hhawu

isegoli laph’ engkhona mama
isegoli laph’ engkhona mama
kuse lesotho laph’ engikhona mama
kuse lesotho laph’ engikhona mama

hhay ngiyakucabanga s’thandwa
ngiyak’ cabanga mama
ngiyak’ cabanga s’thandwa
ngiyak’cabanga mama
ngiyak’khumbula sthandwa
ngiyakukhumbula mama
ngiyak’ khumbula sthandwa
ngiyak’ khumbula mama

kuno msebenz’ eng’sanda kuwuthola dali
(hhawu yelelel)
kune s’kwelet’ engifun ukusikhokh lovie
(hhawu yelele)
manje usuyitshel’ abakhongi lendaba
(ukuthi angisabuy’ ekhaya)
sengizwa sengithol’ ama calls kobaba
(ukuthi kuyafiw’ ulaka)
nam’ ngiyak’ khumbula sthandwa sami
ngiyak’khumbula mam’ wabantabami
ngiyak’ khumbula sthandwa sami
ngiyak’khumbula mam’ wabantabami
amehlo ami asefisa ukuk’bona dali
n0buhle bakho
ngizobuya dali
ngizobuya mama wabantabami

hhay ngiyakucabanga s’thandwa
ngiyak’ cabanga mama
ngiyak’ cabanga s’thandwa
ngiyak’cabanga mama
ngiyak’khumbula sthandwa
ngiyakukhumbula mama
ngiyak’ khumbula sthandwa
ngiyak’ khumbula mama

awukahle mfolomane
seng’fun ukubuyel ekhaya
ngazithembis ingane zami
ngathi ng’zobuy kungek’dala
ngicel’ uvume ngiyobabon
non isonto lingaba lilodwa
ngibanik imfudumalo njengo baba
yangunaphakade

ngiyak’khumbula sthandwa sam
emazwen’ imfudumalo ayikho
kodwa ukube kuya ngam
ngabe ngisekhaya
phezu kwamathang
manje ziyabuya kwagobiqolo
(wemama wemama)
ohlokomele ngwana baba
ubatshele ngiyabathanda
ziyabuya kwagobiqolo
(wemama wemama)
ohlokomele ngwana baba
ubatshele ngiyabathanda
ink*mbulo, ink*mbulo
ink*mbulo idlala ngami
ink*mbulo, ink*mbulo
ink*mbulo idlala ngami
ink*mbulo, ink*mbulo
ink*mbulo idlala ngami

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...