lirik lagu qoma – blaq diamond
[intro: big zulu, blaq diamond]
(shun’ wenkabi)
yelelele (yeah)
oh we mama
sweety my lavoh, yeah
[chorus: ndu browns]
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
[verse 1: danya]
heh ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take*away (heh)
ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take*away
masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami
ngizok’thengel’ i*perfume ebizayo
masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami (ungikhumbule)
ngizok’thengel’ i*perfume ebizayo
[chorus: ndu browns]
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
[verse 2: big zulu]
aw’, eshu
ntombi, kunini ngagcin’ ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (aw’ weh)
kunini, ngagcin’ uk’bona umakoti ebalen’ ephithiza? (aw’ weh)
kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng’yathithiza
awu, qoma ntombi, awu qome
ngubo ziyabanda, ng’yak’vumel’ ekhaya ushikishe (aw’ yeh)
inkomo zigcwel’ isibaya (aw’ yeh)
mina egoli ng’dlal’ utshwala (aw’ wentombi)
kekh’ oyol’vusa lelikhaya
hay’ ubaba uyakhala, kuthani na?
zulu liyana le makhaya
aw’, ntamba zakithi z’lel’ is’thwathwa
aw’, ntombi liyash’ ikhaza
aw’ inkomo zakithi zigcwel’ isibaya (wentombi)
[chorus: ndu browns]
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona (oh sthandwa sam’)
aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (oh sweet, my love)
ekhaya bayojabula mabek’bona (oh sthandwa sam’)
[outro: siya ntuli]
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu exists › lirik lagu rahsia pohon cemara (re-recorded) – exist’s
- kumpulan lirik lagu sho madjozi › lirik lagu chalé – sho madjozi
- kumpulan lirik lagu sleaford mods › lirik lagu smash each other up – sleaford mods
- kumpulan lirik lagu союз soyuz › lirik lagu курортный роман (holiday romance) – союз (soyuz)
- kumpulan lirik lagu jessie monk › lirik lagu mistook you for a man – jessie monk
- kumpulan lirik lagu tatoos › lirik lagu teleport | تيليبورت – tatoos
- kumpulan lirik lagu sagath sergelaconic › lirik lagu the devil is here – sagath & sergelaconic
- kumpulan lirik lagu yakul › lirik lagu the space – yakul
- kumpulan lirik lagu kurutta › lirik lagu smoky eyes – kurutta
- kumpulan lirik lagu ap tobler › lirik lagu claustrophobia – ap tobler