lirik lagu sbhekane – blaq diamond
ziqala amadoda, zindabezimnandi, hey
kwaze kamnandi uba umzulu, ebumnandini
kwaze kamnandi uba umxhosa, ebumnandini
kwaze kamnandi uba umsuthu, ebumnandini
kwaze kamnandi uba umvenda, ngiyakutshela
kwaze kamnandi uba umtswana, hey wena wey
kwaze kamnandi uba umpedi, hey wena wey
kwaze kamnandi uba umndebele, ebumnandini
kwaze kamnandi uba umtsonga, wena ngiyakutshela
kwaze kamnandi uba umswati, mama
[chorus]
oh sishaya ugida sibhekane, hey
oh sishaya ugida sibhekane, ooh
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, nabo
wamuhle, wamuhle mntakwethu
ingathi umama winnie ebusheni bakhe
wamuhle, wamuhle mntakwethu
ingathi umama winnie ebusheni bakhe
awu ngiyaziqenya ng*nt*mbi zakithi
imbali zesizwe, ungahamba umhlaba wonke
ngeke uzithole ezinjengezakithi
ooh impiko zami, kukhala impiko zami
ngibhekwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
ooh impiko zami, kukhala impiko zami
ngibhkwe yintaba, zokhahlamba kukhala iphimbo lami
abodali bayakhala mabelizwa
libakhumbuza ekhaya, balilizele
[chorus]
oh sishaya ugida sibhekane, hey
oh sishaya ugida sibhekane, ooh
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, hayi
oh sishaya ugida sibhekane, nabo
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu relevant boss › lirik lagu pull up – relevant boss
- kumpulan lirik lagu nice house brasil › lirik lagu tamo nice – nice house brasil
- kumpulan lirik lagu sadistic grimness › lirik lagu lieath – sadistic grimness
- kumpulan lirik lagu meaningful stone 김뜻돌 › lirik lagu 이름이 없는 사람 (nameless) – meaningful stone (김뜻돌)
- kumpulan lirik lagu mayhem x › lirik lagu nuit dans la jungle – mayhem x
- kumpulan lirik lagu jami fataali › lirik lagu sieluton – jami fataali
- kumpulan lirik lagu vico › lirik lagu slide – vico
- kumpulan lirik lagu brenno chl › lirik lagu primavera – brenno chl
- kumpulan lirik lagu emily dray › lirik lagu k.a.m. – emily dray
- kumpulan lirik lagu black marble › lirik lagu bigger than life – black marble