lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ungayithi vu – dj stax

Loading...

mina nawe sisuka kude kude la syakhona
zikhon ‘izilingo
ezifun’ukuphazamis’ uhambo lwami nawe
sengyabonga ke ngokungbekezelela kuze k’fike la
ngiyazi baningi abangcono ukunam kepha wena ukheth’ukuhlala nam

verse 2

nom ‘ uthwel ‘ uthayela kunomoya hlala wazi izifiso zakho ngzozifeza
nami ngfun uyonyathela emagcekeni okobabamkhulu ngoku semthethweni
ungokhethekile kuzo zonk izintokazi okwenza kimi akwandele bani ngizokwenza isqiniseko sokuthi ungazisoli ngokukhetha lensizwa eyimi

chorus

maan’ endleleni ung’linde ngyabuya hah

maan ‘endleleni ung’linde ngyabuya

(mm mm mmhu)

maaan endleleni ung ‘unglinde ngyabuya hha

maaan endleleni ung’linde ngyabuya

(ngsayoland ‘imfanelo zakho)
maaan endleleni ung’linde ngyabuya hha

maaan endleleni ung’linde ngyabuya

(mm mm mmhu)

maaan endleleni hho ngilinde ngyabuya hha
(ngfun’ ukuyoland’ inkomo zaaakho)

maan endleleni ung’linde ngyabuya ( ngsayosebenza themba lam )

nom’ uthwel’ uthayela kunomoya hlala wazi izifiso zakho ngzozifeza
nami ngfun uyonyathela emagcekeni obabamkhulu ngoku semthethweni

ungokhethekile kuzozonke izintokazi okwenza kimi akwandele bani
ngizokwenza isqiniseko sokuthi ungazisoli ngokukhetha lensizwa eyimi

haaaa haaaa haaaa
(lensizwa eyimi)
haaaa haaaa haaaa ha ha

verse 3
angeke baythande lendaba abantu bazosfel’umona
kade besbona sbalisa phambi kwabo
ngisacela ung*yithi vu
(u ung*yithi vu)
nakubangani bakho size sphothule inhlelo zethu
(ooh ye ye yeeh)
ngfuna bebone ngesimemo somgcagco
(ooh sengithaath okwam) sengithath’okwami ngikusondez’eduze nam
kungasekho ozonglawula ngothandiweyo wam othandwa eyam inhliziyo
nomuthwel’uthayela kunomoya hlala wazi izifiso zakho ngzozifeza nami ngfun uyonyathela emagcekeni obabamkhulu ngoku semthethweni
ungokhethekile kuzozonke izintokazi okwenza kimi akwandele bani ngizokwenza isqiniseko sokuthi ungazisoli ngokukhetha lensizwa eyiiiimi

haaaa haaaa haaaa..
(lensizwa eyimi)
haaaa haaaa haa haaaa

chorus

maaan endleleni ung’linde ngyabuya

(ngfunukuza nabakhong ekhaya ohh themba lam)

maaan endleleni ung’linde ngyabuya

(ngfun ‘ukuzwa abomama belilizela oh ye ye ye yeeh yeeee)

maaan endleleni ung’linde ngyabuya

(ngfun ‘ukukuthatha ngkwenz’owami ngokuphelele themba lam)

maaan endleleni ung’linde ngyabuya (ngsayosebenzaaa)

maaan endleleni ung’linde ngyabuya hha
maaan endleleni ung’linde ngyabuya (ngyabuya , ngyabuya, ngyabuya ooh weeehee

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...