lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu iskebhe – gney

Loading...

(if you hear this, n*gga just smile)
ngince…
aw ngince…

lashona ilanga ngimile lana
lashona ilanga imvula iyana
ngibolekeni iskebhe ngiwelele ngaph*sh*ya
ngibolekeni iskebhe ngiwele kengyobona udali

uthando nenk*mbulo wee k*me ngenyawo
imicabango ng’khuluma ngedwa njengohlanya
mamawe mamawe ma mina ngyamthanda
ihembe linginamathele ngizwelukbanda

ngeke ngonyawo ngitshelekeni iskebhe
ngincede еmva sekukude k*melе ngiwele
kade nginethwa ngimile umful’ ugcwele
sengyokhokha sengbuya anginamasente

skebhe ngiweze skebhe ngiwezele ngaph*sh*ya
ngithathung’beke ngithathung’beke le ngaph*sh*ya
skebhe ngiweze skebhe ngiwezele ngaph*sh*ya
ngithathung’beke ngithathung’beke le ngaph*sh*ya

lashona ilanga ngimile lana
lashona ilanga imvula iyana
ngibolekeni iskebhe ngiwelele ngaph*sh*ya
ngibolekeni iskebhe ngiwele kengyobona udali
(ngibolekeni skebhe ma)
(ngibolekeni skebhe ma)
ngibolekeni iskebhe

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...