lirik lagu inkabi zami – hitman ceo
verse 1
ngafika ejozi ngingana sheleni
ngafika egoli nginguskhotheni
bangithatha abafwethu bangikhipha ekhoneni
ngezandla ezigcolile bangibeka etafuleni
bathi geza udle ndonda asambe esontweni
siyalibona usizi olugcwele emehlweni
kwehla izinyembezi kugcwala amagama emlonyeni
ngicela amanzi webo bhuti aningiphuziseni
ngangingaba yini
i was a joke in the hood like mr bean
ufuna ukuthini
ngahamba endlini ngina 17
ubaba emhlupha uma
and i told myself ngizobuya la
ngekе usakhuluma
ngobe ngingasahleki ngiyobe ngidubula
chorus
ngangingaba yini × 3
ngaphandlе kwezinkabi zami ×3
ngaphandle kwaba fwethu
zangi thatha zangiqoqa inkabi zami
ngabona seyiqonda ne mpilo yami
ngiyacele kuba phansi nawe mdali wami
uzungivikele bona njalo
bangivikela bangingipha indawo yokufihla ikhanda
bangizwela ngafudumala ebusika kubanda
bangiphakela namajita si share iqanda
bangimela bangi nika uthando lukababa
ngageleza nami sengikwazi ukuphanda
sengikwazi ukubamba
sengiwubaba
ubaba kashaka
never catch me sleep ngiyakutshela akalalwa
ngenza noma yini for ukuvikela untanga
bro code never snitch noma ungafahlaka
i’m black ,i’ve been black njenge bhakabhaka
i’m old school bangibiza ngomjakajaka
chorus
ngangingaba yini × 3
ngaphandle kwezinkabi zami ×3
ngaphandle kwaba fwethu
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu jad jeferson › lirik lagu estória de um ginete – jad & jeferson
- kumpulan lirik lagu mackned › lirik lagu pick up the phone – mackned
- kumpulan lirik lagu olivia king › lirik lagu fool – olivia king
- kumpulan lirik lagu lil baby › lirik lagu blue tips – lil baby
- kumpulan lirik lagu dazaranha › lirik lagu o dia – dazaranha
- kumpulan lirik lagu whyte › lirik lagu insane – whyte
- kumpulan lirik lagu black kray › lirik lagu confessions – black kray
- kumpulan lirik lagu luiz marenco › lirik lagu evocando – luiz marenco
- kumpulan lirik lagu life in your way › lirik lagu reach the end – life in your way
- kumpulan lirik lagu lil raven › lirik lagu never cap! – lil raven