lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu angisoze ngakhohlwa – hlisa & de lian

Loading...

[intro]

angeke ngi khohlwe mina
ayy
angeke ngi khohlwe
eh
angeke ngi khohlwe mina, mina
heyyi

[chorus]

yazi ku nzima ebusuku
yazi ngiyakhala ebusuku
kodwa umoya wami awufi
pusha nge inhliziyo eb’hlungu
ngiyolala uma ngivuka awukho
impilo egcwele injabulo
angeke ngi ku khohlwe msuwe
angeke ngi ku khohlwe broer

yazi ku nzima ebusuku (oh)
yazi ngiyakhala ebusuku
kodwa umoya wami awufi
pusha nge inhliziyo eb’hlungu
amaphupho angizwisa ubuhlungu
ngiyolala uma ngivuka awukho
angeke ngi kukhohlwe msuwe
angeke ngi kukhohlwe broer
[verse 1]

ayi
angeke ngikhale
ngiy’ibhubesi
woza lana ngikuhlebele
ilanga lami lefikile
ngibe ndoda ngiqine
ayi u jagwе ini bo ?
wasishiya endleni yho
manje akwenzеki yho
manje akwenzeki
oh
haa ahh
(oh*ohh)
haa ahh
oh
(oh*ohh)

[verse 2]

ayyii, eish
aww fana thula thula thula
uzobona
sazo dlula dlula dlula dlula
ngiyazi ukhona
ayi fana thula thula thula thula
uzobona
sazo dlula dlula dlula dlula
ngiyazi ukhona
sonke skhathi (ayi)
sonke skhathi
bebengazi ebe yilo
ngoba ngiphethe
phethe imithwalo
ngiphinda ngilithole
lelu thando

[bridge]

angeke ngikhale
mina ngiy’ibhubesi
uzo hlale ungibheke
ezinyembezini zami
ngeke ngikhohlwe mina

angeke ngikhale
mina ngiy’ibhubesi
uzo hlale ungibheke
ezinyembezini zami
ngeke ngikhohlwe mina

uqhawela maqhawe
angeke ngikhohlwe mina
uqhawela maqhawe
angeke ngikhohlwe mina
angeke ngi khohlwe mina
ayy
angeke ngi khohlwe
eh
ngeke ngikhohlwe mina, mina
heyyi
angeke ngikhohlwe mina

[chorus]

yazi ku nzima ebusuku
yazi ngiyakhala ebusuku
kodwa umoya wami awufi
pusha nge inhliziyo eb’hlungu
ngiyolala uma ngivuka awukho
impilo egcwele injabulo
angeke ngi ku khohlwe msuwe
angeke ngi ku khohlwe broer

yazi ku nzima ebusuku (oh)
yazi ngiyakhala ebusuku
kodwa umoya wami awufi
pusha nge inhliziyo eb’hlungu
amaphupho angizwisa ubuhlungu
ngiyolala uma ngivuka awukho
angeke ngi kukhohlwe msuwe
angeke ngi kukhohlwe broer

[bridge]

angeke ngikhale mina
ngiy’ibhubesi
uzo hlale ungibheke
ezinyembezini zami
ngeke ngikhohlwe mina

angeke ngikhale mina
ngiy’ibhubesi
uzo hlale ungibheke
ezinyembezini zami
ngeke ngikhohlwe mina

uqhawela maqhawe
angeke ngikhohlwe mina

uqhawela maqhawe
angeke ngikhohlwe mina

(oh*ohh)

[outro]

angeke ngi khohlwe mina
ayy
angeke ngi khohlwe
eh
angeke ngi khohlwe mina, mina
heyyi

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...