lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu shuni wenkabi – inkabi nation

Loading...

sekufik’inkabi kudilika mabonda (sekufike thina senz’izinto zakhona)
sekufik’inkabi kudilika mabonda (sekufike thina senz’izinto zakhona)
sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele
shuni wenkabi lona awuqalanga izolo
abantu bayalila masenz’ezakhona
amahit amaning’ asekwatis’abaningi
masingena bayathula bazifihl’emakoneni hai

lent’asiyilw*nga eskolweni
safika sesishay’amavosho
sajaiva kwaze kwasa no no
shuni wenkabi lona wey’ndlondlo

isemthanjeni yegazi lent’iphila kithi
musukuyphoqa woylinda, mong*ylindi iyokushiy’ingoma mtakababa
wokhalisa ngilozi yeygincini kanti wawuythubeni ingane
wayithumel’emoyeni wayishiya wawuythumeni ingane

sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele

87 sisikiphike sphush’iskwele
shun’ubuzwa kithi bathi ayizondi sikhuz’ushwele
skhanya mhlophe inkabi rap bathi ithwele
bathule mangithwele intombiygan’iflow igcwele
bafanabami lento siyifunda ngosi
asiyfund’ephepheni isegazi isinokucika
salabel’uyabizwa uthuleleni ngoba unephimbo
kwavum’ubayede undabezitha wena weslilo

angith’ushuni uyacosta
sifik’evip siyayxova
ubrandwood iyithikithi
mele masfika kuvalw’amakhethingi

eh bathi ntombi zolova aziphephanga
nkabi nation baba ziyakhala
siyodedel’amahit kuyoze kuyovalwa
ngisazingel’upabi cooper ngizomgaxi4count

sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
sekufik’inkabi kudilika mabonda
masekufike inkabi senz’izinto zakhona
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele
ushuni wenkabi aye aye
ushuni wenkabi shwele

ushuni wenkabi aye aye

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...