lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ilanga – inkabi zezwe

Loading...

[intro: big zulu]
awuy’vule kancane
u ngasay’vala stallion
hoh, heh
halalala
heh yah
(asambe mkhaya)
hai

[refrain: big zulu]
nhliziyo yami ngiyise, hay’
hai lakhu phela khona u thando, hey
hai lii shona khona
kodwa ali phumi khona
hamb’uvuye sthandwa sam’, hey

[chorus: big zulu]
uma ilanga liyo shona
shona langa shona
hay’ lishona khona
kodwa ali phumi khona
hamb’uvuye sthandwa sam’
uma ilanga liyo shona
shona langa shona
hay’ lishona khona
kodwa ali phumi khona
hamb’uvuye sthandwa sam’
[verse 1: sjava]
ilanga mali phuma
kwabanye lii phuma na mathuba a mashaa
kodwa kim’ mali phuma
empumalanga liphuma ne thando lwethu
nga khula ku thiwa mali shona ilanga
lishona ne ndaba zalo
kodwa kimi mali shona
mali shona, shona no thando lwethu

[chorus: biz zulu]
(ushuni we nkabi)
uma ilanga liyo shona
shona langa shona
hay’ lishona khona
kodwa ali phumi khona
hamb’uvuye sthandwa sam’
uma ilanga liyo shona
shona langa shona
hay’ lishona khona
kodwa ali phumi khona
hamb’uvuye sthandwa sam’

[verse 2: big zulu]
sthandwa sam yazi ngi khala nga shayiwe
side leso skhathi wa shiya inhliziyo i ph*kile
namanje mangi cabanga i ngcondo yam isa dukile
mangi vala a mehlo ku khala i khuth ngi vele ngi phaphame ngi phuphile
bathi ekhaya ungi dlisile
abanye bath ungi lahlile
angi phike ngi vela ngi thula ngoba nam ngi didekile
ku ngenzeka se u thathiwе
ba cinisile ungi shiyile
awu phendulе i mpendulo ngabe ukhona seh a ku khethile?
baya hluleka abo dokodela wa shiya i slonda esnga pholi
bathi inhliziyo ine nghozi ma u nga buyi ngeke inga pholi
u ku phila kwami ku baliwe
ku ngenzeka u ku sasa ngali boni
ngicela u buye themba lami yena namhlanje linga ka shoni

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...