lirik lagu s’bali – intaba yase dubai
[intro]
uma ngingakuxoxela indab’ong*yazi
ngicela ungathwali izandl’ekhanda, ngicel’ungamangali
mina ngingakuxoxela indab’ong*yazi
engakuthwalisa izandla ekhanda, ngicel’ungamangali
[refrain]
sengahlale ngiphethe isthombe sakho ephaketheni
ngoba ngihlale nginethemba ukuthi ngizokubona
sengahlale ngphethe isthombe sakho ephaketheni
phela inhliziyo iyagxumagxuma mangikbona
[chorus]
uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
engath’ungahlala useduze nami
uz’ungkhonzele kubafwenu
uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
[verse 1]
mina uma ngivuka we dali
ngicabanga wena ekhanda lami
ngiyazi uyazibuza ke manje
ukuthi why ngingakuqondi ngikutshele lendaba
hay ukuthi ngiyakusaba
indlela engikuhlonipha ng*yo
angifuni uthi nginamanga
lento into eyenzakalayo
ukube nginamandla bengizovele ngiyifake emaphepheni
uvele udume umhlaba wonke njengosheleni
ngihlanyiswa isithombe sakho lesi engisiphethe ephaketheni lami
isona esingenza ngbone impilo esangihlalele emhlabeni
mina anginalutho esandleni
ngizokupha okusenhlizweni yami ungunaphakade
bahlale bengibuza abangani
bethi why ngingasiloyi lesithombe sakho?
[chorus]
uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
engath’ungahlala useduze nami
uz’ungkhonzele kubafwenu
uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
[verse 2]
sengiqala ukulibuka nangamehlo enqondo usuku lwamalobolo
obvious ngzobe senginemali eningi , nigyow spenda wonke umholo
usuyongixolisela kwabomndeni , mina angizwani neyikoloto
mina ngiyabhadala
sengisho ukuthi noma bengakhalanga
uthando lwakho lufana no “amen” enhlizweni yami
lufika njalo mangithandaza
ngiye ngithi mhla ng*yeba inhliziyo yakho
ngalolosuku kuyogijima iveni
umjuluko uyobe uzehlela ebusweni kubafwenu
mhla ngidla amanzi e*orintshi
sek*mele babize umfana omncane ngo sbali
isimo sobe siphoqa ngalesosikhathi kuyobe kuymina oholile
angibona laba abathi khona abazokwenza khona i*chappies uma isiphelile hey mina
[chorus]
uyajabula umphefumulo, kimi ufana nesbuko
engath’ungahlala useduze nami
uz’ungkhonzele kubafwenu
uz’ubaxoxele ngeliny’ilanga ngizoba usbali
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
[bridge]
uma ngingakuxoxela indab’ong*yazi
ngicela ungathwali izandl’ekhanda, ngicel’ungamangali
mina ngingakuxoxela indab’ong*yazi
engakuthwalisa izandla ekhanda ngicel’ungamangali
[outro]
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
ngifuna ukuba usbali
lentombi k*mele kube ngeyami
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu leif kompisane › lirik lagu hu tog meg med – leif & kompisane
- kumpulan lirik lagu wangbu en wancho › lirik lagu hood luv – wangbu ‘en wancho
- kumpulan lirik lagu razzia › lirik lagu abschaum erwache – razzia
- kumpulan lirik lagu ziorr › lirik lagu vulnerable mind – ziorr
- kumpulan lirik lagu shawn james › lirik lagu i want more – shawn james
- kumpulan lirik lagu idk › lirik lagu paperchaser – idk
- kumpulan lirik lagu sergio umbria › lirik lagu we walked – sergio umbria
- kumpulan lirik lagu zeke moon › lirik lagu pull up – zeke moon
- kumpulan lirik lagu jake plumb › lirik lagu facetime – jake plumb
- kumpulan lirik lagu graffitiavenue › lirik lagu clap – graffitiavenue