lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu home – lwah ndlunkulu

Loading...

[chorus: lwah ndlunkulu, siya ntuli]
mina ngifuna ukugoduka, ngibuyel’ekhaya
ngiyocela ushwele k*mama n0baba, ngoba kudala ngemuka
home, home, home (shwele baba nomama)
home, home, home (shwele baba nomama)
mina ngifuna ukugoduka (shwele baba nomama), ngibuyel’ekhaya
ngiyocela ushwele k*mama n0baba, ngoba kudala ngemuka
home, home, home (shwele baba nomama)
home, home, home (shwele baba nomama)

[verse 1: lwah ndlunkulu, siya ntuli]
mehlo madala, ntombi endala (shwele baba nomama)
ngabe likhalile iqhude langi bikela
dons’iskhumba ngani yami ngikutshеle
inkuku laykhaya sezaqedwa ukrеle
kwacwebisa iziba kwajika kwathula kanjalo
ngicela ushwele umalo
laykhaya ngahanjiswa indlala
ngithi ngiyofuna impilo encono ah
wakhuza umhlola ubaba wathi “hay’bo”
[chorus: lwah ndlunkulu, siya ntuli]
(shwele baba nomama)
(shwele baba nomama)
(shwele baba nomama)
ekhaya kunje kuthandwa mina
home, home, home (shwele baba nomama)
home, home, home (shwele baba nomama)
mina ngifuna ukugoduka (shwele baba nomama), ngibuyel’ekhaya
ngiyocela ushwele k*mama n0baba, ngoba kudala ngemuka

[verse 2: sjava]
ukuqala kokuhlakanipha ukubona iphutha lakho ucele ushwele
konke kuqala lapho, kuvele kukhanye
aw’ mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (ukhala ngani wemama?)
“iphupho lami ukubona umntanami ebuyekhaya ngimcelele ushwele emsami”
aw’ mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (ukhala ngani wemama?)
“iphupho lami ukubona umntanami ebuyekhaya ngimcelele ushwele emsami”
skhulekile
skhulekile emasangweni siyakhuleka
skhulekile
khonizothola lomuzi nagcina n*z*le ukuzolobola
saz’ukuthi laykhaya kwaxinye lengane (cela nimxolele)
mhlampe nanibheka aniziqhenyi ng*yo lengane
kodwa kuseyingane (kuseyingane)
cela nimxolele naye useyingane (seyingane)
kodw’engikwaziyo
beyozam’impilo (bengiyozam’impilo)
kwamel’awondle ezamela wona lomndeni
[chorus: lwah ndlunkulu, siya ntuli]
home, home, home (shwele baba nomama)
home, home, home (shwele baba nomama)
mina ngifuna ukugoduka (shwele baba nomama), ngibuyel’ekhaya
ngiyocela ushwele k*mama n0baba, ngoba kudala ngemuka (aw’ kudala, aw kudala)
kudala ngamuka
home, home, home
home, home, home
home, home, home
home, home, home

[bridge: sjava]
(welele, welele)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)
aw’ giya mntanami, giya (ishu)

[chorus: lwah ndlunkulu, siya ntuli]
home, home, home (shwele baba nomama)
home, home, home (shwele baba nomama)
mina ngifuna ukugoduka (shwele baba nomama), ngibuyel’ekhaya
ngiyocela ushwele k*mama n0baba, ngoba kudala ngemuka
(home)

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...