lirik lagu ithuba – lwah ndlunkulu
[intro: lwah ndlunkulu]
(stallion)
(yeah)
ngibong’ ithuba nam’
[pre*chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje, ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngilapha nje, ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[verse 1: lwah ndlunkulu]
izandla zedlu’ ikhanda
uk’bonga kwam’ akwanele
kwande nabanye en’baphakele
kim’ k’yanda ng’zobacobela
ngithi ngibong’ ithub (yeah)
lokung’beletha ngize ngifik’ lana
ngibong’ ithub (ngibong’ ithub), abanye abafiki lana
ngibong’ ithub, enkosini nabakithi abalele
ngibong’ ithub (yeah, mayeh, mayeh)
[pre*chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje (mina), ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[verse 2: siya ntuli]
(woah)
ngibong’ angiphez’
ukubonga kwam’ akwanele nkosi
aw’ konke okuhle nomusa kuyangilandela
ngob’ impilo iyang’vuma (yeah)
oh ngiswel’ imilomo yokubonga ngob’ impilo iyang’vuma
ngikhulekel’ inkonzo yok’zithoba, nok’zehlisa empilwen’ yam’ njalo (njalo)
beng’lokhu ng’sokole njalo (njalo)
kant’ uhlal’ unami nje njalo (njalo)
[pre*chorus: lwah ndlunkulu]
ngilapha nje
asikh’ uk’thanda kwam’, uk’thanda kwenkosi mabakhith’ abalele
ngob’ abanye bayasokola, abanye bayasokola
ikati lilel’ eziko
abanye bayasokola, abanye bayasokola
[chorus: siya ntuli, lwah ndlunkulu, ]
ngibong’ ithuba (yeah)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
(ngoba)
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le,
ngibong’ ithuba nam’
[outro: siya ntuli]
ngibong’ ithuba
akuyon’ imvul’ enetha nom’ ubani le, ngibong’ ithuba
ngibong’ ithuba
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu dave hause › lirik lagu paradise – dave hause
- kumpulan lirik lagu linkin park › lirik lagu leave out all the rest (one more light live) – linkin park
- kumpulan lirik lagu various artists › lirik lagu this world is something new to me – various artists
- kumpulan lirik lagu the j geils band › lirik lagu take it back – the j. geils band
- kumpulan lirik lagu jaythelostking › lirik lagu i cant pretend anymore – jaythelostking
- kumpulan lirik lagu jkannon › lirik lagu bad seed – jkannon
- kumpulan lirik lagu slumberjack › lirik lagu paper planes (triple j like a version) – slumberjack
- kumpulan lirik lagu sharif › lirik lagu la primera persona del plural – sharif
- kumpulan lirik lagu stonedogg › lirik lagu idntneed2hityoblunt – stonedogg
- kumpulan lirik lagu bars and melody › lirik lagu perfect – bars and melody