lirik lagu asambe mntakamama – mahotella queens
laphuma ilanga
nanto seliyoshona
nezintaba nazo sezimathunzi nampa nabafana sebeqile izinkomo emadlelweni
ukushona kwelanga mina kuyangijabulisa
senizolibona isoka lami udlangamandla
we nontombi
asambe mntakamama
sokha amanzi empofana
ilanga libantu bahle
zintaba zimathunzi
asambe mntakamama
sokha amanzi empofana
ilanga libantu bahle
zintaba zimathunzi
asambe mntakamama
sokha amanzi empofana
ilanga libantu bahle
zintaba zimathunzi
sekukhala ononqanga ababuy’ontombi emfuleni
sekukhala inyoni zezulu
maye ababuyi ontombi emfuleni
ukuzala intombi
ukuzala insizwa
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
ngoba yithi imbali zakulelizwe
ukuzala intombi
nokuzala insizwa
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
ngoba yithi imbali zalomhlaba mama
ukuzala intombi
ukuzala insizwa
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
ngoba yithi imbali zakulelizwe ma
sgid’indlamu
(sgid’ijadu) ewu we bakithi
(bese sidlala nomgqashiyo) kwakunjena nako babumkhulu
sgid’indlamu
(sgid’ijadu) helelе we mama
(bese sidlala nomgqashiyo) kwakunjеna nako gogobethu
sgid’indlamu
(sgid’ijadu) helele ooh haa
bese sidlala nomgqashiyo
ukuzala intombi
ukuzala insizwa
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
ngoba yithi imbali zakulelizwe ma
ukuzala intombi
nokuzala insizwa
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
ngoba yithi imbali zalomhlaba
ukuzala intombi
ukuzala insizwa (tshela labantu tshela labantu)
baba nomama ukuzelula kulomhlaba
sgid’indlamu
(sgid’ijadu) helele we mama
(bese sidlala nomgqashiyo)
kwakwenza nje kekuqala
sgid’indlamu
(sgid’ijatu) helele ooh we hhe
bese sidlala nomgqashiyo
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu maybel montez › lirik lagu honeymoon tour – maybel montez
- kumpulan lirik lagu vundabar › lirik lagu voodoo – vundabar
- kumpulan lirik lagu responsible party › lirik lagu getting dressed – responsible party
- kumpulan lirik lagu ben marwood › lirik lagu singalong – ben marwood
- kumpulan lirik lagu mastein bennett › lirik lagu you – mástein bennett
- kumpulan lirik lagu tk kravitz › lirik lagu enough – tk kravitz
- kumpulan lirik lagu colt ford › lirik lagu usc – colt ford
- kumpulan lirik lagu hot boy crew › lirik lagu today – hot boy crew
- kumpulan lirik lagu the foresters › lirik lagu afternoon – the foresters
- kumpulan lirik lagu nossa toca › lirik lagu story of my life – nossa toca