lirik lagu saphel’isizwe – mahotella queens
kungcono uyisebenzele imali
kunokuphila ngamandla abantu
ubamba inkunzi ubusuku nemini
uphila kabi ngobugebengu
kungcono uyisebenzele imali
kunokuphila ngamandla abantu
ubamba inkunzi ubusuku nemini
uphila kabi ngobugebengu
asisakwazi nokuneka
uqothula ocingweni
uqothula ocingweni
maye
selandini
asisakwazi nokuneka
uqothula ocingweni
uqothula ocingweni
maye
selandini
ulandelwa abangane abaningi
bathi unemali
bathi uyitycoon
kanti
hmm hmhm
izithukuthuku zabantu
ulandelwa abangane abaningi
bethi unemali
bethi uyitycoon
woo wo woo wo
izithukuthuku zabantu
asisakwazi nokuneka
uqothula ocingweni
uqothula ocingweni
maye
selandini
asisakwazi nokuneka
uqothula ocingweni
uqothula ocingweni
maye
selandini
kungcono uyisеbenzele imali
kunokuphila ngamandla abantu
ubamba inkunzi ubusuku nеmini
uphila kabi ngobugebengu
kungcono uyisebenzele imali
kunokuphila ngamandla abantu
ubamba inkunzi ubusuku nemini
uphila kabi ngobugebengu
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu joeyvfx › lirik lagu weekspin – joeyvfx
- kumpulan lirik lagu xymox › lirik lagu a single day – xymox
- kumpulan lirik lagu conflicted prodigy › lirik lagu the fall – conflicted prodigy
- kumpulan lirik lagu sak beno › lirik lagu why – sak beno
- kumpulan lirik lagu origgek › lirik lagu conversation – origgek
- kumpulan lirik lagu reva devito › lirik lagu rose gold – reva devito
- kumpulan lirik lagu a perfect circle › lirik lagu what’s going on (live) – a perfect circle
- kumpulan lirik lagu momus › lirik lagu gregor samsa – momus
- kumpulan lirik lagu verace chachi › lirik lagu ocean trap – ver$ace chachi
- kumpulan lirik lagu headcase › lirik lagu white noise – headcase