lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu uthuli lwezichwe – mahotella queens

Loading...

uyeyeni mama
hoo uyeyeni ma
uyeyeni

(kwasuka uthuli lezichwe) kwasuka uthuli lezichwe
ubhememe
(umlilo kazokhele) ubhememe umlilo kazokhele

kwaduma iziginci
kwakhala amacilongo
(awu kwaze kwakuhle) ekhaya

(kwasuka uthuli lezichwe)
kwasuka uthuli lezichwe
ubhememe
(umlilo kazokhele) ubhememe umlilo kazokhele

hhmm kwaduma iziginci
kwakhala amacilongo
(awu kwaze kwakuhle) ekhaya

kwadans’ikhehla kwawa isicoco phansi
aw we baba yeyeni
kwakikizela isalukazi
kwawa isidwaba phansi
yagiya lensizwa madoda
kwawa isine phansi
we baba yeyeni

kwagqashiya itsh*tshi
kwawa isigege phansi
we baba yeyeni

uyeyeni ma
uyeyeni mama
uyeyeni mama
uyeyeni ma
qhu uyeyeni ma
qhu uyeyeni ma

(kwasuka uthuli lezichwe) kwasuka uthuli lezichwe
ubhememe
(umlilo kazokhele) ubhememe umlilo kazokhele

kwaduma iziginci
kwakhala amacilongo hhm hm
awu kwaze kwakuhle ekhaya

(kwasuka uthuli lezichwe) kwasuka uthuli lezichwe
ubhememe
(umlilo kazokhele) ubhememe umlilo kazokhele
kwaduma iziginci
kwakhala amacilongo
awu kwaze kwakuhle (ekhaya)

ukwathela wayeka
wayeka
izintombi nezinsizwa
zemgqashiyo
ukwathela wayeka (wayeka)
wayeka

izintombi nezinsizwa
zemgqashiyo
ukwathela wayeka (wayeka)

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...