lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu shandarabaa ekhelemendeh – mashayabhuqe kamamba

Loading...

[intro: mashayabhuqe kamamba]
afrika lalelaaaaa hhhaw yeeh yeni

[hook: mashayahuqe kamamba]
shandarabaa, ekhelemendeh
(fireeeeeee) x8

[verse 1: mashayabhuqe kamamba]
iqhude!
lakhala kabili kathathu lamthath’ umama nguwe
zakhala zikhihli’ isililo izingane zamama nguwe’
sezisele zodwa (sezisele zodwa)
lashona ilanga sibamba siyeka sicela kuwe’
hhaaay wembulali unyonya! (we mame!)
wachith’ igazi loma (we mame)
bizani ingane zoma’
siyokhuz’ umhlola’ (hhey hey)
n-z- izangoma zamanga zidlala ngabantu
nanka amakhosi angakithi edlal’ utshwala
n-z- izingane ezincane zimuncana zidlala ingculaza!
khuzani baba, khuzani baba!

[hook: mashayabhuqe kamamba]
shandarabaa, ekhelemendeh
(fireeeeeee) x8

[bridge: mashayabhuqe kamamba]
thelumoya baba
abezwa la bantwana bakho yeeh yeni
thelumoya baba
abezwa la bantwana bakho yeeh yeni

[verse 2: okmalumkoolkat]
hhayi okwethu okwezandla
ngibamba ikhanda ngezandla
ngiphethe izulu ngezandla
ngizokushaya ngezulu mngan’ wam’
i’m swaggin’ like jordan with jumps
umswenko the combo is a dunk
i’m flying ngolwimi ngaphandl’ (kuqhamuk’ ikati)
kuqhamuk’ ikati
inkomo idle ibhansi
sise-fieldini
imina uzidane
kukhale umagriza
kukhale izingane
kukhala abashana
umalume nangu
boyzn bucks
namantombazane (woza weekend)
waze wamnandi mgqibelo
waze wamnandi mamah
kukhala ushandarabaa
i see you flex in your car
i see that you rocking chanel
sekufike umakoya ngempel’
ushaya umswenko ngempel’
manje bengikhala ngenumber
give me your number ngizobella
give me your coochie uzodela

[hook+outro: mashayabhuqe kamamba]
shandarabaa, ekhelemendeh
(fireeeeeee) x8
weh! malume wena udlala ngengane’
weh! malume wena udlala ngengane’
fireeeeeee!
weh! malume weh! malume hhey!
fireee!

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...