lirik lagu egoli – mlindo the vocalist
[intro: sjava]
unkulunkulu emuhle njalo
uzongiph’ amandla
uth’ uzongiph’ amandla
mmm
[chorus: sjava]
namhlanje mama angeke ng’lale ekhaya
namhlanje mama angeke ng’buye ekhaya
ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho
namhlanje mama angeke ng’lale ekhaya
namhlanje mama angeke ng’buye ekhaya
ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina
yimina, yimina ithemba lakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina
[verse 1: mlindo]
lana kusemhlabeni ma, iinyembezi azikhokhi
as long as umphefumulo usadibene ne nyama
lempi ayikapheli, lempi asikay’qedi
mnta ka mama, mnta ka tata
bek’ idolo phansi, ubiz umvelinqanqa aku [?]
lengoma eyakho, ndiy’balele wena
ndiy’balele wena
[chorus: sjava]
namhlanje mama angeke ng’lale ekhaya
namhlanje mama angeke ng’buye ekhaya
ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho
namhlanje mama angeke ng’lale ekhaya
namhlanje mama angeke ng’buye ekhaya
ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina
yimina, yimina ithemba lakho
yimina, yimina ithemba lakho
yimina
[verse 2: mlindo]
mama w-ng’thwala 9 months es’swini
konke ok’dhing-yo wena uyok’qela kimi
akekho oyothath’ indawo yakho kimi
uyohlezi uyindlovukazi kimi
[outro: sjava & mlindo]
bambelela, bambelela, bambelela, bambelela
bambelela, bambelela, bambelela, bambelela
bambelela, bambelela, bambelela, bambelela
ungalahli ithemba, bambelela, qinisela
bambelela, bambelela, bambelela, bambelela
ungalahli ithemba, bambelela, oohh
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu null device › lirik lagu electrified (original demo) – null device
- kumpulan lirik lagu original broadway cast of into the woods › lirik lagu back to the palace – original broadway cast of into the woods
- kumpulan lirik lagu vyok › lirik lagu simulation – vyok
- kumpulan lirik lagu jul › lirik lagu petit frère – jul
- kumpulan lirik lagu chimbala › lirik lagu bye bye – chimbala
- kumpulan lirik lagu indio solari y los fundamentalistas del aire acondicionado › lirik lagu la muerte y yo – indio solari y los fundamentalistas del aire acondicionado
- kumpulan lirik lagu linda griner › lirik lagu good bye cruel love – linda griner
- kumpulan lirik lagu hozay › lirik lagu feel me – hozay
- kumpulan lirik lagu alkonost › lirik lagu the sword of fate – alkonost
- kumpulan lirik lagu lil siri › lirik lagu you’re scared – lil siri