lirik lagu umuzi wethu – mlindo the vocalist
phela sinomuzi wethu
ai umuzi wenu
phela wena malume wen’umuntu wethu ai ai
uyigazi lethu
phela sinomuzi wethu
ai umuzi wenu
phela wena malume wen’umuntu wethu ai ai
uyigazi lethu
sale muva sale muva
sale muva sale muva sale muva
sale muva sale muva
sale muva sale muva sale muva
ai umuntu wethu
ai umuzi wenu
phela wena malume wen’umuntu wethu ai ai
uyigazi lethu
inkinga yakho wena malume musudakiwe ufunukulwa
ukhuzwe i2k umdal’ungaka lithi malume awufuni unekukhula
inkinga yakho wеna malume musudakiwe ufunukulwa
ukhuzwe i2k umdal’ungaka lithi malumе awufuni unekukhula
oh ai uchildish malume awufunekukhula
oh ai uchildish malume awufunekukhula
mshan’akhuze ulume
mshan’akhuze ulume
mshan’akhuze ulume
mshan’akhuze ulume
qoqo malume
ngicel’uvule
ah ungakhali sponono mina
ngizowina ilotto
oh qoqo malume
ngicel’uvule
ah ungakhali sponono mina
ngizowina ilotto
malume ngicel’uvule
abomakhelwane bayangipopola
ungakulinge ujabulis’izitha zakho wena ngoba akekhovumil’
angeke balunge noma bekhuluma
bakhulum’itotoni
ungakulinge ujabulis’izitha zakho wena ngoba akekhovumil’
noma kwenyuka noma kwehlela ungafi sbali
ngob’amasango ayoze avule
phela wena malume umuntu wethu ai ai
uyigazi lethu
qoqo malume
ngicel’uvule
ah ungakhali sponono mina
ngizowina ilotto
oh qoqo malume
ngicel’uvule
ah ungakhali sponono mina
ngizowina ilotto
uma ngiyolobola k*mele ubekhona
kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume
uma ngiyolobola k*mele ubekhona
kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume
uma ngiyolobola k*mele ubekhona
kodwa ai ngeke bavume
uma ngiyolobola k*mele ubekhona malume
kodwa ai ngeke bavume (qoqo)
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu sd › lirik lagu kick a door – sd
- kumpulan lirik lagu ida gard › lirik lagu sugar mama – ida gard
- kumpulan lirik lagu g4m ddot › lirik lagu understand me – g4m ddot
- kumpulan lirik lagu kaput krauts › lirik lagu versuchen, einsehen, einigen – kaput krauts
- kumpulan lirik lagu chris norman › lirik lagu jealous heart – chris norman
- kumpulan lirik lagu the coronas › lirik lagu my fault – the coronas
- kumpulan lirik lagu mc bola › lirik lagu ostentando o amor – mc bola
- kumpulan lirik lagu ge music › lirik lagu denial – g&e music
- kumpulan lirik lagu catherine wheel › lirik lagu eat my dust you insensitive f*** – catherine wheel
- kumpulan lirik lagu mir fontane › lirik lagu pam – mir fontane