lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu uthe angeke – ms level

Loading...

uthe angeke ngithole omunye
ngithole omunye ozongiphatha kahle
uthe angeke ngithole omunye
ngithole omunye ozongiphatha kahle

bheka namuhlanje ngihambela phezulu
ngoba ngimutholile ozongiphatha kahle
bheka namuhlanje ngihambela phezulu
ngoba ngimutholile ozongiphatha kahle
hhawu bheka namuhlanje ngihambela phezulu
ngoba ngimutholile ozongiphatha kahle

ungibamba nangocikicane uma sihamba estaladini
ungibamba nangocikicane abantu bebhekile
ungibamba nangocikicane uma sihamba estaladini
ungibamba nangocikicane abantu bebhekile

hhawu mhla ungishiya
w*ngitshela emehlweni
wathi angisoze ngamuthola onjengawe
mhla ungishiya, w*ngidelela, w*ngitshela
wathi angisoze ngamuthola onjengawe

bheka namhlanje ngihambela phezulu
ngoba ngimutholile ozongiphatha kahle
bheka namhlanje ngihambela phezulu
ngoba ngimutholile ozongiphatha kahle
ok*munandi ukuthi ngithole umuntu ongcono kunawe
ok*munandi ukuthi ngithole umuntu ongcono kunawe

hhawu lokho kwenza ukuthi ngikhohlwe ukuthi ngike ngathandana nawe
hhawu lokho kwenza ukuthi ngikhohlwe ukuthi ngike ngathandana nawe

lana ngikhuluma ng*nt*mbi efundisekile
eyazi ukuthi indoda iyahlonishwa
lana ngikhuluma ng*nt*mbi efundisekile
eyazi ukuthi indoda inikwa uthando

uthe angeke ngithole omunye
ngithole omunye ozongiphatha kahle
uthe angeke ngithole omunye
ngithole omunye ozongiphatha kahle

umuntu uma esakushela
uvele akushele, akushele
akushele ngamazwi amunandi
amunandi, amunandi
uvele uthi iheee
hhawu lwaze lwamunandi uthando
akushele, uchazeke uthi iheee
yeyi, yamunandi into

uyalwazi uthando uma seludlala ngawe
lukuhlanyise
lukukhulise
lukutongole
lukuthunge ingqondo
kube ngathi uyasangana
umuntu uma esekushiya
uvele ahame, akushiye
akushiye namazwi amuncu
uvele uthi hiii
ingabe kwakhala nyonini
akishiye umangele uthi hiii
ingabe ngangixakwe yini
akushiye udangele uthi hiii
hhawu ingabe ngangifunani

webafwethu phela mina ngehlelwa umhlola ogcwele ibhadi
umuntu engitshela emehlweni
ethi angeke ngimuthole onjeng*ye
wake wayibona intombi yaliwa?
uthole ukuthi impilo iyaqhubeka
ikuthathe ikuse kulo omunye
lo omunye akuthande kangcono
kangcono, adlule lo omunye
gwiqiqi usevukwa umona
usefuna indlela ebuyayo
ayisekho ivaliwe
ungqi
full stop:
ngiyawakhumbula amaganya owawakhuluma enhliziyweni yami mhla ungishiya ngingazelele, nginganakile, mhla ungilahla

ungibamba nangocikicane uma sihamba estaladini
ungibamba nangocikicane abantu bebhekile
ungibamba nangocikicane uma sihamba estaladini

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...