lirik lagu ungowami – mzukulu & nue_sam
[intro: mzukulu]
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
[chorus: mzukulu]
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
mina ngihlale nawe
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
[verse 1: nue_sam]
usutshali imbali yothando kwinhliziyo yami
usutshali imbali yothando lakwinhliziyo yami
mina ngiyafunga ma kungathiwa ngikhethe kakusha ngingapika wena futhi
ungigcina njalo ngimamatheka futhi
sobabili siyazi ukuthi
unkulunkulu wathi mayengidala waloba ukuthi
umsuli wezinyembezi zami kuyoba nguwe
usondez’ umzimba wami eduze
mlungisi wamaphutha ami omkhuzo
mthambisi wezindebe zami mkhuzi
im’thwalo yakho ngizakuy’tatamisa ayingеthusi wena awungehluli
sobabili sidalelwеne
uthando yisithandwa
[chorus: mzukulu]
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
mina ngihlale nawe
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
[verse 2: mzukulu]
sofanelana njengamajuba
ilanga liphuma empumalanga lishona entshonalanga
ndabezitha ndabezitha nkonyana kandaba ndabezitha
nguye lona umalukazana
ndabezitha ndabezitha ndabezitha
nguye lona umalukazana
ndabezitha
angifuni omunye muntu ngifuna yena yedwa
ndabezitha ndabezitha
ngakhiwele wena
[chorus: mzukulu]
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele mina
wakhiwele ube ngowami
mina ngihlale nawe
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
wakhiwele ukuba
wakhiwele ube ngowami
vuma vuma
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu j molley › lirik lagu i’m good – j molley
- kumpulan lirik lagu red planet › lirik lagu segredo meu – red planet
- kumpulan lirik lagu skelephant › lirik lagu okay – skelephant
- kumpulan lirik lagu ginger rodriguez › lirik lagu don’t panic (panic!) – ginger rodriguez
- kumpulan lirik lagu lmnz › lirik lagu blue screen routine – lmnz
- kumpulan lirik lagu myrninerest › lirik lagu a dogstar at the dogbar – myrninerest
- kumpulan lirik lagu tag one › lirik lagu vato – $tag one
- kumpulan lirik lagu tyler the creator aap rocky › lirik lagu tokyo drift – tyler, the creator & a$ap rocky
- kumpulan lirik lagu atrophy › lirik lagu hollow – atrophy
- kumpulan lirik lagu la maldita infamia › lirik lagu shinigami – la maldita infamia