lirik lagu sthandwa sam – nomfundo keys
hey yey yey yeey
nguwe
hey yey yey yeey
oh sthandwa sam, wethemba lam
muntu wam, ngifuna wena wedwa
ngyak’nikeza uthando lwam
oh! luthathe, luthathe lonke
oh! luthathe, luthathe lonke, hey
westhandwa sam, wethemba lam
muntu wam, ngifuna wena wedwa
ngyak’nikeza uthando lwam
oh! luthathe, luthathe lonke
oh! luthathe, luthathe lonke, hey
uyikho konke kimi (uyikho konke kimi) huhuhuhu yeah
nakho konke okwami okwakho baby (konk’okwam okwakho)
sthandwa sami, bayeke bazohluleka (ey yeah)
abakhulume bazothula (ey yeah)
imina nawe
uwena nami hey
ngifuna wena wedwa (wena wedwa)
bambisandla sami (isandla sami)
ungthembis’ uthando (thando)
sondela kimi baby (ey yeah yeah)
ngik’thembis’uthando (thando)
angilutho mawungekho (mawungekho)
impil’imile mawungekho (mawungekho)
akwenzeki lutho mawungekho (mawungekho)
oh sthandwa sam, wethemba lam
muntu wam, ngifuna wena wedwa
ngyak’nikeza uthando lwam
oh! luthathe, luthathe lonke
oh! luthathe, luthathe lonke, hey
westhandwa sam, wethemba lam
muntu wam, ngifuna wena wedwa
ngyak’nikeza uthando lwam
oh! luthathe, luthathe lonke
oh! luthathe, luthathe lonke, hey
as’bambane (ooh yeah)
sithandane (ooh yeah)
sihloniphane (ooh yeah)
sifunge phambi kwabantu (ooh yeah)
sofa s’lahlane (hey yeah)
izolo namhla naphakade (ooh!)
uthando lwethu lumi njalo (njalo)
nguwe ey yeah hey (nguwe)
nguwe ey yeah hey (nguwe)
nguwe wena wedwa (wena wedwa)
angifuni lutho ngawe (lutho ngawe)
uyiphakade lam (phakade lami)
abas’yeke abantu (ey yeah hey)
abazi lutho ngathi yeah (ow ow hey)
sthandwa sam, wethemba lam (ooh wethemba lam)
muntu wam, ngifuna wena wedwa (mina ngifuna wena wedwa hey)
ngyak’nikeza uthando lwam (uthando lwami, hoo!)
oh! luthathe, (luthathe baby) luthathe lonke (luthathe hey yeah)
oh! luthathe, luthathe lonke, hey (luthathe yeah yeah yeah, hoo yeah)
westhandwa sam, wethemba lam
muntu wam, ngifuna wena wedwa
ngyak’nikeza uthando lwam
oh! luthathe, luthathe lonke
oh! luthathe, luthathe lonke, hey
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu dat adam › lirik lagu meep meep – dat adam
- kumpulan lirik lagu dan bern › lirik lagu revolution begins in the basement (feat. garrin benfield) – dan bern
- kumpulan lirik lagu belafonte › lirik lagu slacker – belafonte
- kumpulan lirik lagu barak › lirik lagu vivo está – barak
- kumpulan lirik lagu rogal ddl › lirik lagu mikrofony – rogal ddl
- kumpulan lirik lagu the late night band › lirik lagu the lakes of coolfin – the late night band
- kumpulan lirik lagu fakear › lirik lagu something wonderful – fakear
- kumpulan lirik lagu deoen › lirik lagu dieta – deoen
- kumpulan lirik lagu mick est tout seul › lirik lagu modi – mick est tout seul
- kumpulan lirik lagu albozz › lirik lagu v.i.p – albozz