lirik lagu inhliziyo – nue_sam & yallunder
[intro: yallunder]
ngilekeleleni
cisha lenhliziyo
ngiyasola ayisasebenzi
kunye nale mizwa yayo
ngilekeleleni
cisha lenhliziyo
ngiyasola ayisasebenzi
kunye nale mizwa yayo
[verse 1: nue_sam]
ngizw’ engathi umphefumulo wami uyangishiya
inhliziyo yami iyadabuka iyahleph*ka umoya uyaph*ka
naku sengitetema zisasuka
mehlo ami ahlezi ekhala
sengiphelelwa amandla buka khuza
inkinga ikuphi abanendaba kepha bayabuza
noma ngingaxola akukho engiyok’zuza ayi suka
sengikhathele yilenhliziyo impela sengifisa ukuyisusa
lencwadi ngiyibhalel’ osociety jikelele
ngidinga usizo imizwa yami isingijikele
ngiguqile ngiyancenga ngenhliziyo yami ebunene
[chorus: yallunder]
ngilekeleleni
cisha lenhliziyo
ngiyasola ayisasebenzi
kunye nale mizwa yayo
ngilekeleleni
cisha lenhliziyo
ngiyasola ayisasebenzi
kunye nale mizwa yayo
[verse 2: nue_sam]
sengidinga umjovo yokubulala yonke lemizwa iphelele
phela sengikhathele ukuthandwa zingxenye zezinhliziyo mina ngibe ngithanda ngeyami ephelele
ngisacela ningilekelele
impela uthando aluna mehlo ngisacela ningi bhekele
lemizwa ihlezi ingifica ma ngiyibalekele
ngisacela ningiphi izindlebe zenu kancane ningilalele
sekuyasa phandle ngingalele
ukuhleph*ka nokuhlefaka kwalenhliziyo sek*mele ngihlehlele
ngithi ngicel’ umjovo ozoqeda yonke lemizwa iphelele
angisafisi ukuphinde ngithande futhi
mayikhona inyanga engangisiza ngisacela ukufa
[bridge: yallunder]
ngilekeleleni (ngilekeleleni)
cisha lenhliziyo (cisha lenhliziyo)
ngiyasola ayisasebenzi (ooo)
kunye nale mizwa yayo
ngilekeleleni (ngilekeleleni )
cisha lenhliziyo (cisha lenhliziyo)
ngiyasola ayisasebenzi (ooo)
kunye nale mizwa yayo
ngilekeleleni (inhliziyo… )
cisha lenhliziyo (imizwa…)
ngiyasola ayisasebenzi (…eee)
kunye nale mizwa yayo
[outro: yallunder]
thatha yonke lemizwa
cisha konke lokuthanda
ngilekeleleni ngilekeleleni
ngilekeleleni ngilekeleleni
angisafuni angisafuni
ukuthanda umuntu
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu siegfried › lirik lagu kamasutra – siegfried
- kumpulan lirik lagu thousand fr › lirik lagu le bâton ivre – thousand [fr]
- kumpulan lirik lagu 13 the broadway original musical › lirik lagu the lamest place in the world – 13: the broadway original musical
- kumpulan lirik lagu maverick city music › lirik lagu side a: juneteenth intro – maverick city music
- kumpulan lirik lagu usona 유소나 › lirik lagu don’t turn away – usona (유소나)
- kumpulan lirik lagu schniderwise › lirik lagu tmfs – schniderwise
- kumpulan lirik lagu temp › lirik lagu bff – temp.
- kumpulan lirik lagu tigerstate › lirik lagu summer nights – tigerstate
- kumpulan lirik lagu bundle of hiss › lirik lagu 12 gauge – bundle of hiss
- kumpulan lirik lagu slm dzzy › lirik lagu time – sl!m d!zzy