lirik lagu nidla nesitha etafuleni – nxumalo nkosingiphile
ngane zobaba, obani laba abakhuluma ngomhlaba
ngane zobaba nina nidla nesitha etafuleni
nina sebenifundise ukubulalana nodwa bukani amahlazo enu emarikana
ohh… kwasiphinda okwasenza esandlwana, kusiphinda njena izingane zokuzalana
izinyanya nina zithule ziyanibuka nibulalana
nina niyojeza mhla nifika kwathongo
mina-ke ngisajezisiwe ngokulwela… izwe lethu
nina niqhoqhobele ezikhundleni ekubeni licindezelwa ibala lethu
ngikhuluma njena bozakwethu zilambile izingane zakwethu
ngizwile-ke ngokwenzakalayo ephalamende, yimani ngamatshe bafwethu nasi isitha phambi kwethu
ngizwile ngabafundi kwezemfundo abalwela izwe lethu
ngizwile ngokukhala kwezingane zethu nithule nibuka bozakwethu!
kwenzenjani bafwethu nacindezela ngisho ibala lethu
nina nidla nesitha etafuleni
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu basement club › lirik lagu back there – basement club
- kumpulan lirik lagu chump change › lirik lagu i’m not fine – chump change
- kumpulan lirik lagu dudu tassa riff cohen › lirik lagu le ciel infini – dudu tassa & riff cohen
- kumpulan lirik lagu magoflow › lirik lagu love high – magoflow
- kumpulan lirik lagu ij route › lirik lagu hometown minorities – ij route
- kumpulan lirik lagu astralkid22 › lirik lagu dve – astralkid22
- kumpulan lirik lagu kenny costoya › lirik lagu mas tembleque (chacal y yakarta cover) – kenny costoya
- kumpulan lirik lagu carlv › lirik lagu the zone – carlv
- kumpulan lirik lagu chemical b › lirik lagu aυτoκρατoρία – chemical b
- kumpulan lirik lagu r3ddy › lirik lagu fake smile pt. 2 – r3ddy