lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu slay queen heist – philsner

Loading...

[tag: robyn]: hey philsner

[verse: philsner]:
uh, angu lobhuti wama hennessy angena
hlala kahle chomie, makangasi bheka siyam’landela
makanga khetha wena, yenza sure uyaku chamela ucela ithousand yama morning after bese siyowa thenga

uthathe ihundred uuyowa thenga, le enye imali sizoyi shera
yonke into ayshoyo ubo hleka yicheese boy lento ayikwazi ukushela
bese ku whatsapp uyam’blocka ama call wakhe uyawa yeka
mawa ngena, uya rejecta or awubabi makaku phounela

ama cheesе boy asaba isisu uya relaxer lapho
uqale uhlеle izinto zakho, soya plena lapo
umunblocker ku whatsapp mawqeda ubingelela lapho
umtshele ukhuti upreg and ak’lande or uyeza lapho

uzo panick(er) chomie, uzoku onvincer chomie
ukhuti ukhiphe isisu, bese ke siya winna chomie
bese uyalila chomie, bese uya screamer chomie
uzosi kipha kanjan isisu iprivate doctor ibiza chomie?

yilana ezothi kuwe unga stressi nge mali
bese aku buze ukuthi udinga malini
heh, yazi uthini?
uthi 10k and it’s a done deal

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...