lirik lagu ngegazi lemvana – rebecca malope
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[verse 1]
uma ngibatshela abany’ abantu
ngalomfundisi wami
bayangiphikisa, bathi mina ngidlala ngabo
abangani bami bangijikele
bathi mina ngizenza ngcono
ngalojesu wami oyinkosi yami owafa wabaxolela
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[verse 2]
kufana nojesu ngalemini bemphikisa ngokholo lwakhe
baze bam’bethela esphambanweni, efela amaqiniso
wahlala wasala wena ongamthandiyo uthixo
mina ngeke ngizibambezele, ngomoya oyingcwele ngosindiswa
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[verse 1]
uma ngibatshela abany’ abantu
ngalomfundisi wami
bayangiphikisa, bathi mina ngidlala ngabo
abangani bami bangijikele
bathi mina ngizenza ngcono
ngalojesu wami oyinkosi yami owafa wabaxolela
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[chorus]
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana
ngegazi lemvana ngiyosindiswa
[outro]
oh thina siphila ngegazi
oh thina siphila ngegazi
oh oh ngaphila ngegazi
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu mc reggie › lirik lagu avocado grove – mc reggie
- kumpulan lirik lagu shelea frazier › lirik lagu through the fire – sheléa frazier
- kumpulan lirik lagu stachursky › lirik lagu ostatni mój dom – stachursky
- kumpulan lirik lagu chetta › lirik lagu dreams of being in demand – chetta
- kumpulan lirik lagu cantor cristao › lirik lagu companheiras – cantor cristão
- kumpulan lirik lagu jemima coulter › lirik lagu hear me out – jemima coulter
- kumpulan lirik lagu toy box › lirik lagu turn to dust – toy-box
- kumpulan lirik lagu 80k › lirik lagu broke money – 80k
- kumpulan lirik lagu marcu5thebaw5 › lirik lagu bring the heat – marcu5thebaw5
- kumpulan lirik lagu drip eay › lirik lagu lost in the dark – drip ea$y