lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu maqondana – sino msolo

Loading...

lapha hamba khona mhh
kuhluziwe thando lwakho
luyisibusiso mihla nemini nginawe
akekho ongithanda njengawe
ha ongithanda njengawe
lonk’ lianga duże kwami
bambo lwami
ngith’ lonk’ lianga duze kwami
bambo lwami
oh mina ngim’bambile
oh mina ngim’tholile
umaqondana wami
umaqondana wami
oh mina ngim’bambile
mina ngimtholile eh umaqondana

wena dali dali nsuku zonke
ufezekisa amaphupho ami
wena dali dali nsuku zonke
ngiyazibuza kungaba nguwe lo na
ohleli nami kungaba nguwe lo na
ngithi lonk’ ilanga eduze kwami
bambo lwami lonk’ ilanga duze kwami
bambo lwami

mina (ngimtholile eh)
mina (ngibambile eh)
mina (ngimtholile eh)
mina (ngibambile eh)

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...