lirik lagu amakhehla – sjava, udumakahle & anzo
[chorus; sjava]
ngithi ngicela nitshele isitha sami
ukuthi ang’hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa, labangabonwa abadala
[verse 1]
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
uke afike kimi nangephupho
athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
nami ngilele laphengilele khona ethuneni
ngenxa yaso isandla somuntu
banomona abantu
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
sonyakaza kodwa dlozi lam
bovika phela ezitheni zam’
balwisana nempumelelo yami
hamba nabani wo dlozi lam
bovika phela ezitheni zam’
balwisana nempumelelo yami
[chorus; sjava]
ngithi ngicela nitshelе isitha sami
ukuthi ang’hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa, labangabonwa abadala
[refrain]
maye ngiyak’zwela
ngoba lamakhеhla anodlame, anodlame ngiyawazi
oh ngiya’zwela
ngoba lamakhehla anodlame
ave enodlame ngiyawazi
[verse 2]
ubokhulum’ ukhulum’ ukhulum’ ubuye ubal’ amagamakho
ukhumbul’ ukuthi nami nginedlozi lami
ubothi mawushwashwada nabangani bakho
nihlel’ ukuthi ningiqumbe phansi
ubuye ukhumbule, nami nginedlozi and liyalwa
uyozwa sekuthiwa nimbon’ enje
isimo sesinje
wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona manje ziyamnetha
nj’oba nibona nje kunje, impilo isinje
akahlanyi ekhanda
obabamkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva, ameva
[chorus; sjava]
yingakho mina ngithi
ngicela nitshele isitha sami
ukuthi ang’hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa
abangabonwa abadala
[refrain]
maye ngiyak’zwela
ngoba lamakhehla anodlame, anodlame ngiyawazi
oh ngiya’zwela
ngoba lamakhehla anodlame
ave enodlame ngiyawazi
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu sway › lirik lagu i hate may – sway
- kumpulan lirik lagu the family b › lirik lagu changes – the family b
- kumpulan lirik lagu joao pedro pais › lirik lagu preço certo – joão pedro pais
- kumpulan lirik lagu ebk drelo x tay shotz › lirik lagu ebk freestyle – ebk drelo x tay shotz
- kumpulan lirik lagu zayland › lirik lagu love games & interludes – zayland
- kumpulan lirik lagu joao pedro pais › lirik lagu o fim – joão pedro pais
- kumpulan lirik lagu the family b › lirik lagu room 69 – the family b
- kumpulan lirik lagu the white buffalo › lirik lagu the drifter – the white buffalo
- kumpulan lirik lagu joey vantes › lirik lagu quarantine vol. 2 – joey vantes
- kumpulan lirik lagu the black dahlia murder › lirik lagu the leather apron’s scorn – the black dahlia murder