lirik lagu angik’deli – sjava
[intro]
more and more
[chorus]
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandla mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandla mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
asiphinde futhi
[verse 1]
ngizwe ngathi ngishawa ugesi
ngihanjelwa ingqondo kube ngathi ayisebenzi
ungisemafini, cloud nine
ngibhema ngikholwe ngawe, i’m high
ngicela this feeling ung-yizwisi omunye
ngicela this magic ung-yiniki omunye
usu ngonile , ngami kuphelile
kuyothathis’ khathi omuny’ umuntu angenze ngizizwe kanje
baby please, ngiyakucela
don’t ever take this feeling away from me
baby please, ngiyakucela
don’t ever take this feeling away from me
[chorus]
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandl’ mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandl’ mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
asiphinde futhi
asiphinde baby
[bridge]
yazi ungithinta kamnandi
ungipha kamnandi (oh oh oh)
every time i come…
[verse 2]
ngathi ngingahlala ngingahambi
ngathi ngingakipita
ngidub’ ikhaya
vele love is blind wayibona lento uzamar
woza baby siyolala emaweni
sibuke unyezi siqamele ematsheni
ngikuthembise zonke ley’ nkanyezi
kuse khaya uyohlobise’ baleni
noma baby singalala emaweni
sibuke unyezi siqamele ematsheni
ngikuthembise zonke ley’ nkanyezi
kuse khaya uyohlobise’ ebaleni
grrr qeh
[chorus]
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandl’ mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
inhliziyo ishaya ngamandl’ mawungibamba uyayizwa
imizwa ixoxa indaba
thula uzoyizwa
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
ith’ angik’deli
asiphinde futhi
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu neal morse › lirik lagu prologue / before the world was – neal morse
- kumpulan lirik lagu aqox › lirik lagu cupid – aqox
- kumpulan lirik lagu jannat جنات › lirik lagu lw mertaha maah – لو مرتاحة معاه – jannat – جنات
- kumpulan lirik lagu small town life › lirik lagu you said – small town life
- kumpulan lirik lagu sik k 식케이 › lirik lagu 모르는척해줘 (got lost) – sik-k (식케이)
- kumpulan lirik lagu risketz › lirik lagu your presence – risketz
- kumpulan lirik lagu crm aus › lirik lagu epsilon – crm (aus)
- kumpulan lirik lagu isolas › lirik lagu cornoshop! (diss pro webcorno e rapxis) – isolas
- kumpulan lirik lagu ilovemakonnen › lirik lagu ready for war – ilovemakonnen
- kumpulan lirik lagu methodogon › lirik lagu хай тек мюзик (high tech music) – methodogon!