lirik lagu izitha – sjava
[intro]
we thonga lami (we thonga lami we)
we thonga lami (thonga lami we)
ungakhel’ izitha
eshe!!!
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndawo we
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndawo we
ayeye mndawo
[verse 1: sjava]
we gobela wami! gobela khuluma
wawung’thwasisela ukungbulalisa yini?
phela sengiyazondla
we gobela wami! gobela khuluma
wawung’thwasisela ukungbulalisa yini
phela sengiyazondla
selokhu ngakhetha ukuhamba nawe dlozi
uvalo angisalwazi lithi ngizenza ngcono
selokhu ngakhetha ukuhamba nawe dlozi
ngithi inhlupheko ayisangazi nay’ ithi ngizenza ngcono
ngoba ngikhethe wena
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mdawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
[verse 2: buhlebendalo]
ngikuvumile ukufa we
ngathath’iskhwama we
kodwa n-z- izitha zingihaqile we mama
dlozi lekelela bo
vulindlela mavulandlela
ngicel’ ukukhanyiselw’ indlela
nali ilanga lishona emini
amathemba wami akini we mama
khanyisa njalo dlozi, ngisho kini balozi
ngivulel’ indlela we
kanyisel’ indlela we
ngisho nani manguni oshungu-shungu zomova
hlehlisani ub-mnyama
ngizicelela ukukhanya we mama
[chorus]
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mndawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
‘nkomo zami zedlozi zangakhela izitha we
ayeye mdawo ayeye mndaw’ ewo
ayeye mndawo
[outro: buhlebendalo]
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
we pepe we pepe pepe
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu wilmah › lirik lagu i don’t think so – wilmah
- kumpulan lirik lagu joel adams › lirik lagu bed alone – joel adams
- kumpulan lirik lagu chance emerson › lirik lagu never been in love – chance emerson
- kumpulan lirik lagu mao › lirik lagu aranciata – mao
- kumpulan lirik lagu autumn walker › lirik lagu step back – autumn walker
- kumpulan lirik lagu mc rob original › lirik lagu arco-íris – mc rob original
- kumpulan lirik lagu sean renner › lirik lagu marble hill – sean renner
- kumpulan lirik lagu no last chances › lirik lagu take control – no last chances
- kumpulan lirik lagu rope and ladder › lirik lagu dust – rope and ladder
- kumpulan lirik lagu yezi › lirik lagu home – yezi