lirik lagu uvalo – sjava
[chorus]
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa s’fumbethe
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe
[verse 1]
ngicel’ ukukubonga nkosi
ukuthi ungigcine kwaze kwaba la
ngikhalela abangaboni ukhuti
uthando iwakho luyaphilisa
ungthule umthwalo ngathi uyabona
bengekho ozongbambisa
ake ngibonge nje lapho
ngingabongi ok’ningi nje impilo
unkulunkulu wenze imlingo ngempilo yami
from zero to hero wemngan’ wami
wathi kimi wemfana thatha la nali ikhono
hamba uyobusisa abantu bami
bayakhal’ bayakhala sadedela isinamuva
buka manje liyabukwa
ndlala iphelile syasutha webafana
ngith’ webafana ngyinikhuza
ngeke niymele ‘mayisuka
umona yifa leziph-kuph-ku
wesitha sami syoshayana ngezulu
[chorus]
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa s’fumbethe
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe
[verse 2]
ukungdlela umona
ngtshele kuyok’siza ngani
noma ungangbulala ukuhlakanipha okwami
nako kuyohamba nami
ngiphilela impilo yami angilweli ukuba
unumber one
ngilwela ukphila nginakekele umndeni wami
bangakhuluma bakhulume bakhulume
kuze kuxege imilomo
ngizoloku ngiyiphusha njalo
lempilo eyiskorokoro
cela okhokho baxoshe inzondo
balethe umnotho matlohonolo
aathi amakholwa ungafisi okwamakhelwane wakho
neliswa yilokh’ okwakho
[chorus]
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa s’fumbethe
god is on my side anginalo uvalo ang’sabi lutho
amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
nawe sitha sami naka impilo yakho
ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu the moviegoers › lirik lagu exgirlfrens – the moviegoers
- kumpulan lirik lagu samad savage › lirik lagu change the world – samad savage
- kumpulan lirik lagu ジョンヒョン(shinee) › lirik lagu so goodbye – ジョンヒョン(shinee)
- kumpulan lirik lagu nadar solo › lirik lagu il coltello – nadàr solo
- kumpulan lirik lagu jd kobra › lirik lagu tattoo – jd kobra
- kumpulan lirik lagu vilma palma e vampiros › lirik lagu verano traidor – vilma palma e vampiros
- kumpulan lirik lagu nunig › lirik lagu noixx – nunig
- kumpulan lirik lagu taylor swift › lirik lagu i’m every woman – taylor swift
- kumpulan lirik lagu 돕덕이 › lirik lagu 힘이솟아 (h.e.s.a) – 돕덕이
- kumpulan lirik lagu أصالة › lirik lagu hobeti – أصالة