lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu londiwe – steve kekana

Loading...

[coro:]
ngabe ungenwe yini welondiwe?
uyangixaka manje kule zinsuku
angisakutholi kahle
selokhu ngavuma ukuthi uyosebenza
uyangixaka
sengathi unemikhuba
angisakutholi kahle

[1*estrofa:]
awufiki ekhaya ngesikhathi okufanele ufike ngaso
uma manje mina sengithanda ukwazi
uthi ubusebenza isikhathi eside emsebenzini
noma ushiywe yibhasi

[2*estrofa:]
izolo bengiye la usebenza khona
ngathola ukuthi sekuvaliwe
ngahamba ng*yokubheka emabhasini
ngakuthola ungekho
kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
izolo bengiye la usеbenza khona
ngathola ukuthi sekuvaliwe
ngahamba ng*yokubhеka emabhasini
ngakuthola ungekho
kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
[coro:]
ngabe ungenwe yini welondiwe?
uyangixaka manje kule zinsuku
angisakutholi kahle
selokhu ngavuma ukuthi uyosebenza
uyangixaka
sengathi unemikhuba
angisakutholi kahle

[1*estrofa:]
awufiki ekhaya ngesikhathi okufanele ufike ngaso
uma manje mina sengithanda ukwazi
uthi ubusebenza isikhathi eside emsebenzini
noma ushiywe yibhasi

[2*estrofa:]
izolo bengiye la usebenza khona
ngathola ukuthi sekuvaliwe
ngahamba ng*yokubheka emabhasini
ngakuthola ungekho
kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
izolo bengiye la usebenza khona
ngathola ukuthi sekuvaliwe
ngahamba ng*yokubheka emabhasini
ngakuthola ungekho
kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...