lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu isencane lengane – the joy (zaf)

Loading...

umakoti ungowethu, siyavuma
usengowethu ngempela, oh siyavuma
uzosiwashel’asiphekele, oh siyavuma, sithi yehee yehee, siyavuma

thina sinodumo, udumo
thina sinodumo

akenibhek’udumo
thina sinodumo

aniboyilekelela
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
isencane lengane
(ubani obengashad’emncane kangaka?)

kulikhun’emendweni
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
kuyasind’emendweni
(ubani obengashsd’emncane kangaka?)
kuding’ubekezele
(ubani obеngashad’emncane kangaka?)
isencanе lengane
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
aniboyilekelela
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
isencane lengane
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
kulikhuni emendweni
isencane isazokhula
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
isencane isazokhula
isencane lengane
(ubani obengashad’emncane kangaka?)
isencane isazokhula

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...