lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu darkie – thulani tona

Loading...

bangene (darkie)
hambo uyo spana man
hambo uyo phanda man

ekhaya ba bheke wena
uma ubheke wena
ingani zibheke wena

hambo uyo spana man
hambo uyo phanda man

vuka vuka vuka mawulele
elanga liphumile mfanakithi hambo tesha

mawunga teshe uyoyithola kanjani uhleli
embedeni,
mawunga phande uyoyithola kanjani e corneni

kahlela ingubu,uguceke ngedolo,
ubonge umdali,
umcele akuvelele indlela zonke zoku zokwenza imali

umthandazo subeka phambili
njenge chizili,
sikwazi ukudiliza amabonda, sizo wondla

emindeni yethu, ngoba indlala ngoba indla esimnyangweni
nguwe kupela onamadla waku phuma ebumnyameni

vuka emacandeni mfanakithi uyofuna imali
ngiyazikunzima kodwa cinisela sbali

ungangabazi,
isoja lifela empini
ungagivaphi mfwethu kuse emini

bangene, mntwana omnyama,
ungakhali, kuzo khanya
ngathi azange kwaba mnyama
mtwana omyana

vuka vuka vuka mawulele
vuka ntombazane
hambo phanda,yey nwele

awu yeke ukucela abafana zenzele
awu yeke ukusenga amadoda ngicela uyimele

ngoba indoda vele iyokushiya uyithwele
mayiceta ifune omunye,
ikhohlwe ngawe ngiyukutsela
isimo sase mzansi amadoda athandai ucansi,
maka ceta uk*mithisa lana, ubaleka ngenge kundwane

vula amehlo
uvule nencondo
vala umlomo uvule stole, uhlukane nokugoboza

hambo phanda,
ukwazi ukuthenga impahla,
ukwazi ukuzimela, sisi wami
unamandla
uyintombi emnyama,indoni ya manzi

wena nkanyezi, efihle amafu,
sikuyisi khathi sakho soku khanya

bangene, mntwana omnyama,
ungakhali, kuzo khanya
ngathi azange kwaba mnyama
mtwana omyana

bangene (darkie)
hambo uyo spana man
hambo uyo phanda man

ekhaya ba bheke wena
uma ubheke wena
ingani zibheke wena

hambo uyo spana man
hambo uyo phanda man

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...