lirik lagu igileselina – vusi ximba
[chorus]
wayithi umame wayithi umame
wayithi umame maye ndiyala
wayithi umame wayithi umame
wayithi umame mayenditshala
[verse]
isalukazi sigcob’ igleselina
kanti ebusuku sijola nabafana
isalukazi sigcob’ igleselina
kanti ebusuku sijola nabafana
w*ngiyala kabi umama nkosi yami
wathi mavusana ngoba uyishaya kahle lenkostini yakho
uhamba eshiyela ngebusuku
ngoba ngelinye ilanga uyothi uyathatha kanti sipoko esizoshisa amasheet ami
washo ukuthi angizwa mshini mina ngiyidlel’ iwisky ngiyayidakelwa
ngasengithe ngakuthola okunye ebree ebusuku ngo past 12 ngithi yingane
akuklemile akulujile amaphefumz ayenuka kona angilanda ngingale komgwaqo
hallo baby ( yes buti mavusanaungabe usayihlipha kakhulu ngokukhuluma sengiyakujola)
hayi nayi inhlanhla wenkosi yami ekhaya ke mntanami
sahamba ukufika еlumini yam bangithatha ubuthongo ngiyidakelwe
kuyangciza ebusuku ngilеle ngifile flate
kwathi sekusa ngaphaphama
lento engigwaza ngamadolo acije kangaka yini what kind what happened
ake ngikhanyise ilamu ke ngibone
kuyahona kuyaphunyuka
newigi siphansi hawu inwele zimhlophe hu
he salukazi askies please suka la embhedeni wami
uma unolaka angakugenca ngocelembe wakuthola la erumini yami
angiyindawo ke mina nge estela
ngilale ngakuyen’ uyithinto
nasi isalukazi segoloza emash*tini ami
[chorus]
wayithi umame wayithi umame
wayithi umame maye ngiyala
wayithi umame wayithi umame
wayithi umame mayenditshala
isalukazi sigcob’ igleselina
kanti ebusuku sijola nabafana
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu alenei › lirik lagu hades – alenei
- kumpulan lirik lagu earth cze › lirik lagu poslední sms – earth (cze)
- kumpulan lirik lagu payday monsanto › lirik lagu call me when you’re free (again) – payday monsanto
- kumpulan lirik lagu jim lauderdale › lirik lagu two more wishes – jim lauderdale
- kumpulan lirik lagu dgemf0s › lirik lagu время (time) – dgemf0s
- kumpulan lirik lagu leo kaminski › lirik lagu wo ich bin – leo kaminski
- kumpulan lirik lagu yung beef cookin soul › lirik lagu shushi – yung beef & cookin soul
- kumpulan lirik lagu lil wh1t3 › lirik lagu twitter – lil wh1t3
- kumpulan lirik lagu mini maine › lirik lagu that a w – mini maine
- kumpulan lirik lagu bmo › lirik lagu we wish you a merry christmas (ft. the makers keep) – bmo