lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu bathi ng’yachoma – zakwe

Loading...

[verse 1]
ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy’maku
le, insizwa yangampela, egadla ivike nge hawu
ngikuringele i*hour, nge peak time, ngibhidlize iminyango
awungidonsele i*wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangikhipha
cause la, kuzokhoka i*caller, but forget ama*drink (coca*cola)
ingoma yami angisayi rap, ngiyinika u*linda sibiya
ayidingi ama*hoover, uzoyizwa kwi*motivational speaker
bathi i*dollar lilahlekile ngibathungela ama*pants
i*verse lami lakha i*packet (lucky packet) ngathi ngithenge i*sherbet
ngi*patient, ngithatha i*shine ngishiye ixhwele nesi khwele
noma ngiku confuse njengokubona i*boxing ring eyiskwele
mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand
bangamumela kanjani u*zakwe imilenze beyishiye e*tech
ngibaphezulela iy’ngxazu, babheke basele nge*shirt
bancenga amablukwe bonke laba abama baggy pants

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 2]
bangizwa nge*bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base
ngi*control i*bass, kwi beat, ngi*ghev nge chase
bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i*pace
a bit suprising njengokubona isangoma esibhula i*skeyf
eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika
ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i*rap mawufika keleli zinga
mangiqeda ngiyahlina, ngibala i*dollar ngiziba ey’nokuqina
lezi ey’dinga ama*touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina
anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa
mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka noah
i’ll blow you away, anytime, i*weight yakho ayibonwa
angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i*crew yonke
just because i lead (eye lead), sebengibiza ngey’nkophe
never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe
i aint digging your sh*t, that’s why ngingeke nginikope

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 3]
bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso
bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho
mawubona ngigib’sele i*carvela, ngisuke ngenza ngey’bomu
ukuthi ngihlale ngicupha iy’khala ngingaphathanga ama*bomb
ley’ntwana angiy’boni, makungena zona ngidlulisa i*track
sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i*gab
sibambe inkunzi yama kepisi, sobenza ba*hand i*cap (handicap)
how can you jump to conclusion uhamba nge*wheelchair?
angi*hate ama*cats, infact i’m making you fools train
you want to picture this, thatha i*close up njenge toothpaste
new pace, ngibatalabha ngivule ithuna nge*verse
njenge cherry ebabayo ngenze bamise amatende
siza batshele, kuzoshuba nisazo bhubha ngiyafunga
it’s like i went down for cash, kudala ngehla ngenyuka
before ngiqhume, ngishaya i*signature yoku bhentsha kule nkudla
they just saw a stamack (star mark out) out, ngathi ngilenga amathumbu

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le*ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...