lirik lagu bittersweet – zandie khumalo
maning’ macala weehh
kudala ngkhala weehh
ngithi kuyehla kanti kyenyukela
kod’ ungtshelu ukuth’ anghlale
maningi macala weehh
kudala ngkhala weehh
uxolisa njalo, ngixolele njalo
yeah
ngiyayizonda (inhliziyo yami)
ukuthi iyakuthanda (iyakuthanda)
noma ng’hamba yona iyangilanda
noma ng’zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe
sonk’ iskhathi ngicabanga ngawe
ngiyakthand’ impela, ngiyakding’ impela kod’ uyawphula umoya wami
ngiyakthand’ impela, ngiyakding impela kod uyayphula inhliziyo yami (sekwanele manje)
ngithi khawula, khawula awuboni uyalqeda uthando lwami (×2)
mangithi ngiyakshiya ukhalisa kwengane encane welele
ungtshelu kuthi ngek’ uphinde
kube yiphuthe elncane weeehh
ngithi khula manje (ubeyindoda), ngithi dlula manje (ubeyindoda)
isikhathi siyahamba malungekh ushintsho nam ngizohamba
ngiyayzonda (inhliziyo yami)
ukuthi iyakthanda (iyakthanda)
noma ng’hamba yona iyangilanda
noma ng’zama (engqondweni yami) ukukhohlwa nguwe
sonk’ iskhathi ngicabanga ngawe
ngiyakthand’ impela, ngiyakding’impela kod’ uyawphula umoya wami
ngiyakthand’ impela, ngiyakding’ impela kod uyayphula inhliziyo yami
ngithi khawula, khawula awbon’ uyalqeda uthando lwami (×2)
ngiyakthand’ impela, ngiyakding’ impela kod’ uyawphula umoya wami
ngiyakthand’ impela, ngiyakding’ impela kod’ uyayphula inhliziyo yami.
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu year08 › lirik lagu motion – year08
- kumpulan lirik lagu somnea fra › lirik lagu somnea – somnea (fra)
- kumpulan lirik lagu corney › lirik lagu keep it lowkey – corney
- kumpulan lirik lagu alandes › lirik lagu familia numerosa (remix)* – alandes
- kumpulan lirik lagu kid swae › lirik lagu vlonely – kid swae
- kumpulan lirik lagu gabrielle olsen › lirik lagu bullet to the heart – gabrielle olsen
- kumpulan lirik lagu obedingo › lirik lagu fucked up – obedingo
- kumpulan lirik lagu mc hariel › lirik lagu deixa vim – mc hariel
- kumpulan lirik lagu bleseins › lirik lagu photo – bleseins
- kumpulan lirik lagu alex aller › lirik lagu broken place (chapter 13) – alex aller