lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ​ekhoneni – zee nxumalo

Loading...

[pre*chorus]
walala, walala ekuseni
insimbi ya khala, wena ulaleleni? (yeah yeah yeah yeah)

[chorus]
uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?
hay’, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?
woh, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?
hay’, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?

[verse]
qhude manikiniki
ayihlome ihlasele iyempini
kuzolunga nini uhleli la endlini?
isimo siyafana
uloku uyakhala
amandla aya hamba, woah*woah*woah, oh
qhude manikiniki
angibukisi ngaw, ngiyaku qwasa
hambo sebenza mntaka mama, alekho oyokubona
ilanga lakho lingeza
iphupho lakho linga fezeka
imali yakho ingangena
kodwa wena
[pre*chorus]
walala, walala ekuseni
insimbi ya khala, wena ulaleleni? (yеah yeah yeah yeah)

[chorus]
uzoy’thola kanjani uhlеli ekhoneni?
hay’, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?
woh, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?
hay’, uzoy’thola kanjani uhleli ekhoneni?

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...