lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu woof woof – zola 7

Loading...

[intro]
(woof woof) eh uyangihlanyisa
(woof woof) eh khonkotha guluva
(woof woof) eh ngithi khonkotha clever

[chorus]
(woof woof) hey khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever khonkotha guluva

[verse 1]
hallo mntwana i hope usangikhumbula ulova
sisasebancane sidlala umacashelana
noma ngiza kini iofi lithi ngumkhwenyana
mangithatha ukubheka umntwana uyablasha blasha
kodwa unenkani futhi ungipokela ngolaka
mangithi ngiyashela uthi sula amafinyela
he eyi lova dlula ngendlela
awuboni ngibeka indabanaba nzokubona ntambama
okay, yentombazana sisesekuyo lendaba
you like what you see but you’re playing hard to get
yo ngqoma ntombazane ngizokwenz’ umama wekhaya
ub’saphasapha sidl’ ucash namajita
[chorus]
(woof woof) khonkotha clever, khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever, khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever, khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever, khonkotha guluva

(woof woof) khonkotha clever, khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clеver, khonkotha guluva

[verse 2]
haha makuvela wena mama kukhonkotha uguluva
kukhal’ amaflaite indaba ikuso le skirt
bheka nalenja emdaka seyihlafuna nechain
ijamp’ ama fence ilandele untabiseng
yemajimbosi ikhona indaba ebasuthwini
ngisho n0baba engefakaza emazulwini
yemntwana omsuthu ulokhe ungishaya emanonini
futhi indaba esgudwini yikuthi wena uqoma nini
okay right mhlawumbe mntwana awusangikhumbuli
igama uzola lona obloma emakhoneni
yemajimbosi thina sphilel’ ugavini
bonke abantu ekasi sebas’biza izindlavini

[chorus]
(woof woof) khonkotha clever khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever khonkotha guluva
(woof woof) khonkotha clever khonkotha guluva
[interlude]
(woof woof)
(woof woof)
(woof woof)
(woof woof)
(woof woof)
(woof woof)

[verse 3: zola and (kb)]
haha aha awuthi ngilahe ntombazane ngiqede ama pain
(ffff) fede kuyalunga
bheka lalela mama vele ngithol’ ukukubekela
dudlu ntombazane zala abantu ziyebantwini
woah woah, ima kancane awuthi ngithinte ibade lami
ola kb bade kunjani (otherwise bade akukho nex ukuthi vele ngiz’blomele)
unthabiseng sbali, ungiphul’ i gearbox (what)
if it gets any worse ngiyolala emathuneni
(woah woah ufun’ ukuthini mange sbali ngisehakini angithi you told me mfana ukuthi lento uyayeka)
hebade lami ikhona indaba ebasuthwini (bade lami bade lami)
ngisho n0baba engafakaza emazulwini (ngiyakuzwa bade)
lomntwana omsuthu ulokhe ungishay’ emanonini
indaba esgudwini yikuthi uzoqoma mini
(what? unthabiseng, the real nthabiseng, nthabiseng, nthabiseng)
otherwise sbali akukho nex
awuthi ngikhokhe umhala bade lami ngisasekhona
[outro]
phone drops…
(woof woof)
(woof woof)

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...